• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 2
  • Tagged with
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Exploring the indigenous religious identities of African adolescents in selected South African secondary schools

Thamaga, Mangakane Rebecca M. 10 1900 (has links)
This study was undertaken to explore the indigenous religious identities of African adolescents in selected secondary schools in Mpumalanga province, South Africa. The empirical investigation used a qualitative, phenomenological collective case study design. The framework for the study was provided by constructivist theory and African indigenous knowledge and was justified by an extensive literature study. Purposive sampling was used to select forty-two learners from Grades 8 to 11, thirty- three of whom were from African initiated churches, eight belonged to various Christian denominations and one was an atheist. The most significant finding was that the indigenous religious identities of adolescents are not adequately accommodated and supported in South African secondary schools. Accordingly, recommendations were made for affirming adolescents’ indigenous religious identities in the implementation of RE in the classroom. / Lolu cwaningo lwenziwa ngenhloso yokuhlaziya nokuhlolisisa izimo nezici zobunjalo bentsha empisholo esesigabeni sokuthomba (adolescents) elandela izinkolo zomdabu noma zendabuko efunda ezikoleni ezingamasekhondari ezikhethiweyo esifundazweni saseMpumalanga, eNingizimu Afrika. Lolu cwaningo obelugxile ezintweni eziphathekayo nezibonakalayo lwasebenzisa idizayini yocwaningo lwezigameko ekhwalithethivu ebhekisisa isigameko ngasinye ngenhloso yokuhlaziya izimo kanye nezinto ezinokufana okuthile phakathi kweqoqwana lwezigameko ezimbadlwana (phenomenological collective case study design). Uhlaka locwaningo kwahlinzekwa yitiyori egxile ekutheni abantu bakha ulwazi kanye nokuqonda kwabo ngokususela ezimweni abadlule kuzona futhi abahlangabezane nazo ezimpilweni zabo (constructivist theory) kanye nolwazi lwendabuko lwase-Afrika, futhi lokhu kwasekelwa kwaphinde kwafakazelwa ngohlaziyo olubanzi lwemibhalo ephathelene nezihloko ezihlobene nalokhu. Kwasetshenziswa indlela yokukhetha ababambiqhaza ngokubheka izimo nezici zabo kanye nezinhloso zocwaningo (purposive sampling) futhi ngaleyo ndlela kwaqokwa abafundi abangama-42 abafunda iBanga lesi-8 kuya kwele-11; futhi abangama-33 kulaba bafundi ngabalandeli bamabandla endabuko ase-Afrika, kanti abayisishiyagalombili bebevela emabandleni obuKhrestu ahlukahlukene, futhi bekunomfundi oyedwa ongumhedeni (ongakholelwa kuNkulunkulu). Umphumela osemqoka kakhulu owatholwa ocwaningweni wukuthi azibhekelelwa futhi azisekelwa ngokwanele nangokugculisayo izimo nezici zobunjalo bentsha esesigabeni sokuthomba elandela izinkolo zendabuko efunda ezikoleni ezingamasekhondari eNingizimu Afrika. Ngenxa yalokho-ke kwenziwa izincomo zokuthi kumele zibhekelelwe izimo nezici zobunjalo bentsha esesigabeni sokuthomba elandela izinkolo zomdabu ekufundisweni kwesifundo sezenkolo (RE) ekilasini. / Psychology of Education / M. Ed. (Psychology of Education)
2

Developing critical thinking in auditing students through technology-based educational interventions : a conceptual framework

Terblanche, Ester Aletta Jacomina 04 November 2019 (has links)
Although the development of critical thinking in students is not an easy task, it is becoming increasingly more vital. Students need to be able to think critically to thrive in the 21st century workplace. The auditor of the future must adapt to a fast-changing, technologydriven world where critical thinking capabilities provide the ability to solve unstructured problems, analyse and interpret information, make informed decisions and interrogate information. With claims that the auditing profession is not delivering entry-level chartered accountants with the necessary skills and competencies to truly add value to auditing clients, the onus is on educators to develop critical thinking in their students. As critical thinking is a complex concept with multiple dimensions, imparting this skill to students is an intricate process. Technology-based educational interventions which include simulations, virtual reality and games can provide effective platforms for developing critical thinking. However, educators are often hesitant to use these technologies and uncertain how to instill critical thinking in students. It is therefore clear that educators need guidance and require a robust, holistic framework for critical thinking development through technology-based educational interventions. The primary objective of this study was to propose such a conceptual framework that would provide guidance to educators in addressing the growing need for auditors with welldeveloped critical thinking capabilities. To arrive at this conceptual framework, more insights into the conceptualisation and development of critical thinking were required. These insights set the foundation for a preliminary, literature-based, conceptual framework. To validate the concepts and relationships proposed in this preliminary framework and to provide insights into additional concepts and relationships, the perspectives of three groups of participants were obtained using an Interactive Qualitative Analysis (IQA) design. Concepts in the final conceptual framework included studentrelated factors, educator-related factors, design and development considerations, technology-based enabling tools, collaboration among stakeholders and disciplines, the learning process, ethics, globalisation, auditing content, critical thinking and other learning outcomes associated with critical thinking, constructivism and characteristics of critical thinking instruction. The end product is a novel, integrated and robust conceptual framework aimed at the development of critical thinking in auditing students through technology-based educational interventions. This framework provides a structure to the complex nature of critical thinking development. The acquisition of critical thinking capabilities is, however, not a once-off, linear event. The framework and its individual concepts and relationships should thus be seen as part of a continuous process of critical thinking growth. / Hoe moeilik dit ook al mag wees om studente te leer om krities te dink, dit word toenemend noodsaaklik. In die 21e eeu vereis die werkplek immers kritiese denke van studente. Die aspirantouditeur moet by ʼn snel veranderende, tegnologies gedrewe wêreld kan aanpas deur krities te dink om ongestruktureerde probleme op te los, inligting te ontleed, te vertolk en te betwyfel, en om ingeligte besluite te neem. Aangesien ouditeursfirmas kla dat jong geoktrooieerde rekenmeesters nie oor die nodige vaardighede beskik nie, het opvoeders die verantwoordelikheid om studente krities te leer dink. Omrede kritiese denke ʼn komplekse konsep met veelvuldige fasette is, is dit ʼn heel ingewikkelde proses om studente daarmee toe te rus. Tegnologiese onderrigintervensies deur onder meer nabootsings, virtuele werklikhede en speletjies kan hierin van groot nut wees. Opvoeders aarsel egter om hierdie tegnologieë aan te wend, en daarby is hulle onseker hoe om kritiese denke by studente in te skerp. Opvoeders het ongetwyfeld leiding hierin nodig, en ʼn stewige, holististiese raamwerk vir die ontwikkeling van kritiese denke deur middel van tegnologiese onderrigintervensies is duidelik nodig. Die doel van hierdie navorsing is om met so ʼn konseptuele raamwerk te kom wat leiding kan gee aan opvoeders wat aspirantouditeurs moet oplei om krities te dink. Hiervoor moes groter insig in die konseptualisering en ontwikkeling van kritiese denke verkry word. Hierdie insigte het die grondslag gelê vir ʼn voorlopige konseptuele raamwerk wat op die literatuur berus. Drie groepe deelnemers is gebruik om die geldigheid van die addisionele konsepte en verbande in die voorlopige raamwerk te toets en insigte in addisionele konsepte en verbande te verkry. ʼn Interaktiewe kwalitatiewe analise (IKA) is gedoen. Die konsepte in die finale konseptuele raamwerk is onder meer studentfaktore, opvoederfaktore, oorwegings soos ontwerp en ontwikkeling, tegnologiese instrumente, samewerking tussen belanghebbers en dissiplines, die leerproses, etiek, globalisering, die ouditkunde-inhoud, kritiese denke en ander leeruitkomste wat met kritiese denke gepaard gaan, konstruktivisme en die kenmerke van onderrig in kritiese denke. Die eindproduk is ʼn nuwe, geïntegreerde en stewige konseptuele raamwerk waarmee ouditkundestudente met tegnologiese onderrigintervensies opgelei kan word om krities te dink. Hierdie raamwerk verleen struktuur aan die komplekse aard van opleiding in kritiese denke. Die verwerwing van die vermoë om krities te dink is egter nie eenmalig en lineêr nie. Hierdie raamwerk met sy afsonderlike konsepte en verbande moet beskou word as ʼn onderdeel van ʼn deurlopende proses om kritiese denke te ontwikkel. / Nakuba ukuthuthukiswa kokucabanga sakuhlaziya kubafundi kungesiwo umsebenzi olula, kuya ngokuya kubaluleka kakhulu. Abafundi kumele bakwazi ukucabanga sakuhlaziya ukuze baphumelele emsebenzini kwikhuluminyaka lama21. Umcwaningimabhuku wesikhathi esizayo kufanele ajwayele isimo sezwe elishintsha masinya, esiholwa ubuchwepheshe nokuyilapho ukukwazi ukucabanga sakuhlaziya kuhlinzeka ikhono lokusombulula izinkinga ezingahlelekile, ukuhlaziya nokuhumusha imininingwane, ukuthatha izinqumo ezikahle nokuphenyisisa imininingwane. Njengoba kuthiwa umkhakha wezocwaningomabhuku awukhiqizi abagcinimabhuku bezinga lomhlaba abasaqala abanamakhono nokuqonda okufanele ukwenza umehluko kumakhasimende ocwaningomabhuku, kungumsebenzi wabafundisayo ukusungula ukucabanga sakuhlaziya kubafundi babo. Njengoba ukucabanga sakuhlaziya kungumqondo olukhuni ozigabaningi, ukudlulisela leli khono kubafundi kungumsebenzi oxakayo. Ukusebenzisa izindlela zokufunda ezincike kubuchwepheshe, ezifaka kuzo ukulinganisa, okwenzeka ngempela nemidlalo, kunganikeza izinkundla ezisebenza ngempumelelo ukuthuthukisa ukucabanga sakuhlaziya. Nakuba kunjalo, othisha bavame ukuba manqikanqika ukusebenzisa lobu buchwepheshe futhi abanasiqiniseko sokuthi bangakufaka kanjani ukucabanga sakuhlaziya kubafundi. Ngakho-ke kusobala ukuthi othisha badinga ukwelulekwa kanye nohlaka olunamandla olufaka konke maqondana nokuthuthukiswa kokucabanga sakuhlaziya ngokusebenzisa izindlela zokufunda ezincike kubuchwepheshe. Injongo enkulu yalolu cwaningo ngukuhlongoza uhlaka lomqondo oluzohlinzeka umhlahlandlela kothisha ukubhekana nesidingo esikhulayo sabacwaningimabhuku abanamakhono athuthukile okucabanga sakuhlaziya. Ukuze kufinyelelwe kulolu hlaka, kwadingeka ulwazi olwengeziwe ekucabangeni nasekusungulweni kokucabanga sakuhlaziya. Lolu lwazi lwaba yisisekelo sohlaka lomqondo lokuqala olugxile emibhalweni. Ukuze kuqinisekiswe imiqondo nobudlelwano obuhlongozwayo kulolu hlaka lokuqala futhi kuhlinzekwe ulwazi emicabangweni nasebudlelwaneni obengeziwe, imibono yamaqoqo amathathu ababambiqhaza yatholakala ngokusetshenziswa komklamo ongukuHlaziya Izingahle Ngokusebenzisana owaziwa ngokuthi yi-Interactive Qualitative Analysis (i-IQA). Imiqondo esohlakeni lomqondo lokugcina yayibandakanya okuphathelene nabafundi, okuphathelene nothisha, okumayelana nomklamo nentuthuko, amathuluzi okusiza ancike kubuchwepheshe, ukuhlanganyela phakathi kwabathintekayo nemikhakha, indlela yokufunda, okuphathelene nokulunga, ukusabalalisa umhlaba wonke, ukucwaninga imininingwane yokuqukethwe, ukucabanga sakuhlaziya kanye neminye imiphumela yokufunda ehambisana nokucabanga sakuhlaziya, nobunjalo bendlela yokufunda ukucabanga sakuhlaziya. Umkhiqizo ovela ekugcineni kuba yinoveli nohlaka lomqondo olunamandla okuhloswe ngalo ukuba kuthuthukiswe ukucabanga sakuhlaziya kubafundi bezocwaningomabhuku ngokusebenzisa izindlela zokufunda ezincike kubuchwepheshe. Lolu hlaka luhlinzeka umumo esimweni esingaqondakali sokuthuthukiswa kokucabanga sakuhlaziya. Kodwa-ke, ukutholakala kwamakhono okucabanga sakuhlaziya, akusiyo into eyenzeka kanye, ngendlela efanayo. Ngakho-ke, uhlaka kanye nemiqondo yalo ngaminye nobudlelwano bayo kumele kubonakale njengengxenye yomsebenzi oqhubekayo wokukhula kokucabanga sakuhlaziya. / Taxation / D. Phil. (Accounting Sciences)

Page generated in 0.0884 seconds