1 |
Musicking at home on the wood that sings : contemporary marimba performance practices in ZimbabweMaguraushe, Wonder 06 1900 (has links)
Text in English, abstracts in English and Zulu / This thesis explores the current state of marimba music performance practice in Zimbabwe. I begin by presenting a historical perspective of the marimba, and then discuss how the Zimbabwe marimba tradition came into being at Kwanongoma College of African Music in Bulawayo. The study continues to unveil how the relatively new marimba tradition has grown to popularity in its 55-year history in the country, with the phenomenal emergence of professional Zimbabwe marimba musicians. The thesis includes analyses of marimba musicians’ lived experiences, traditional and contemporary marimba music compositions, marimba music education programs and mentors, as well as the Zimbabwe marimba construction industry. Using ethnographic methods, the analysis in this qualitative study draws on an application of Christopher Small, Richard Schechner, and Pierre Bourdieu’s theoretical perspectives, amongst others. Results show that marimba music performance practice in Zimbabwe has been kept alive in various permutations, albeit in a harsh economic environment. Education, passion for marimba music, cultural tourism, and festivities are the main avenues where Zimbabwe marimba music performance practice has survived on the margins of Zimbabwe’s popular musical cultural traditions. / Le thesis ihlola isimo samanje somculo wemarimba kanye nokuqhutshwa kwawo eZimbabwe. Ngiqala ngokwethula imibono yezomlando ngemarimba, ebese ngixoxa ngokuthi ngabe usiko lwenkambiso yemarimba eZimbabwe lwaqhamuka kanjani eKwanongoma College of African Music eBulawayo. Ucwaningo luqhubeka luveze ukuthi umculo wemarimba omusha usheshe kangakanani ukukhula nokuba nedumela kumlando weminyaka engu 55 ezweni, kanti futhi nokwenza ukuthi abaculi bemarimba eZimbambwe basebenze ngesiprofeshini. Le thesis ibandakanya ukuhlaziya izipiliyoni zabaculi bemarimba, usiko kanye nokuqanjwa komculo wemarimba, izinhlelo zemfundo yomculo wemarimba kanye nabaqeqeshi abafundisa abasha emculweni, kanye nokwakhiwa kwemboni yomculo wemarimba eZimbabwe. Ukusebenzisa izindlela zesayense yokuchaza abantu eyaziwa ngokuthi yi-ethnography, uhlaziyo kulolu cwaningo olubheka kanzulu, lufunde nokuchaphuna kwimibono yochwepheshe yethiyori yabantu abafana no-Christopher Small, uRichard Schechner kanye no-Pierre Bourdieu phakathi kwabanye. Imiphumela ikhombisa ukuthi ukwenziwa komculo wemarimba eZimbabwe wenziwe ukuthi uqhubeke ngokusebenzisa inqubo yokuhlela izinto ngokuhambelana noma inqubo ye-permutations, kodwa ngaphansi kwesimo esinzima kwezomnotho. Imfundo, ugqozi lomculo wemarimba, inqubo yezovakasho lokufunda ngamasiko kanye nemicimbi ngenye yezindlela lapho khona umculo wemarimba eZimbabwe oboniswa khona nokwaze ukuqhubeka ngayo, nangendlela esetshenzisiwe ukwenza ukuthi umculo uqhubeke nokuba nedumela ngisho nangaphansi kwesimo esinzima eZimbabwe. / Art History, Visual Arts and Musicology / D. Litt. et Phil. (Musicology)
|
Page generated in 0.0902 seconds