Financial literacy continues to be a significant factor affecting small and medium enterprises (SMEs) in their ability to access finance worldwide. Both new and existing SMEs rely on external financing to grow and expand operations. However, financial literacy remains low among entrepreneurs, resulting in restricted access to finance which leads and contributes to the high failure rate of SMEs. The objective of the study is to determine whether a relationship exists between financial literacy and financial access among SMEs.
This study followed a descriptive and quantitative research design. Primary data was gathered in a survey by means of self-administered questionnaires distributed to 397 entrepreneurs in the Ekurhuleni Metropolitan Municipality, Gauteng.
The study revealed that entrepreneurs in Ekurhuleni did not fully understand basic financial concepts and thus portrayed low levels of financial knowledge. The study also indicated that access to finance was a major challenge for the majority of the SMEs in the municipality. Furthermore, the study established a positive relationship between financial literacy and financial access among SMEs in the municipality.
Recommendations were provided to government, financial institutions, academic institutions and entrepreneurs suggesting measures that could be implemented in an effort to improve the levels of financial literacy and financial access among entrepreneurs. This study is the first to examine the financial literacy-financial access relationship among SMEs in Ekurhuleni Metropolitan Municipality and provides a benchmark for future research studies in this area. / Ukufundiswa ngezezimali kuqhubeke njalo kuba yisithikamezo esikhulu esithinta amabhizinisi amancane nalawo asakhasayo (SMEs) kwikhono lawo lokuthola izimali emhlabeni wonke. Zombili lezi zinhlobo zamabhizinisi akhona ama-(SMEs) encike phezu koxhaso lwezimali oluvela ngaphandle ukuze zihlume futhi zidlondlobalise imisebenzi yazo. Yize-kunjalo, izinga lokufundiswa ngezimali lihlala liphansi phakathi kosomabhizinisi, lokhu kudala ukutholakala kwezimali kube wumnqansa omkhulu, lokhu kusuke kuholele futhi kube nomthelela omkhulu ekudaleni izinga eliphezulu lokwehluleka kwama (SMEs). Inhloso enkulu yocwaningo wukuthola ukuthi ngabe ubudlelwano bukhona yini phakathi kokufundiswa ngezimali kanye kanye nokutholakala kwezimali phakathi kwamabhizinisi amancane nalawo asakhasayo (SMEs).
Ucwaningo lulandela indlela yocwaningo echazayo kanye naleyo esebenzisa ulwazi. Idatha yokuqala yaqoqwa ngokwesaveyi ngokusebenzisa imibhalo yemibuzo yokuzenzela, eyasatshalaliswa kosomabhizinisi abakumasipali Ekurhuleni Metropolitan Municipality, eGauteng.
Ucwaningo luveza ukuthi osomabhizinisi base-Ekurhuleni abazange bazwisise ngokugcwele amagama ezimali awulwazi oluyisisekelo kanti lokhu kwaveza amazinga aphansi olwazi lwezimali. Ucwaningo futhi luyaveza ukuthi ukutholakala kwezimali kwakuyinselelo enkulu kwiningi losomabhizinisi abancane nalabo abasakhasayo (SMEs) kumasipali. Ngaphezu kwalokho, ucwaningo luye lwancoma ukuthi kukhona ubudlelwano obuhle phakathi kokufundiswa ngezezimali kanye nokutholakala kwezimali phakathi kwamabhizinisi amancane nalawo asakhasayo (SMEs) ngaphakathi komasipali.
Izincomo kanye nemihlahlandlela eqondiswe kuhulumeni, kumaziko ezezimali, kumaziko ezemfundo kanye nosomabhizinisi kuye kwanikezwa, kanti lokhu kungasetshenziswa kwimizamo yokuthuthukisa amazinga okufundiswa ngezimali phakathi kosomabhizinisi. Lolu wucwaningo lokuqala oluhlola ubudlelwano obumayelana nokufundiswa ngezimali kanye nokutholakala kwezimali phakathi kosomabhizinisi abancane nalabo abasakhasayo (SMEs) ngase-Ekurhuleni Metropolitan Municipality kanti futhi lolu cwaningo luye lwandlala isisekelo lapho ezinye izinhlelo zocwaningo zingaqhutshekiswa khona ngalesi sihloko / Die finansiële geletterdheid van klein en medium ondernemings (KMO’s) bepaal die mate waarin hulle toegang tot wêreldwye finansiering verkry. Sowel nuwe as bestaande KMO’s steun op finansiering om hulle werksaamhede uit te brei. Omrede min entrepreneurs finansieel ongeletterd is, geniet hulle beperkte toegang tot finansiering, en misluk KMO’s meestal. Die doel van hierdie studie is om vas te stel of daar ʼn verband tussen die finansiële geletterdheid van KMO’s en hulle toegang tot finansiering bestaan.
ʼn Deskriptiewe en kwantitatiewe navorsingsontwerp is in hierdie studie gevolg. Die primêre data is ingewin met vraelyste wat deur 397 entrepreneurs in die Ekurhuleni Metropolitaanse Munisipaliteit in Gauteng ingevul is.
Uit die studie het geblyk dat entrepreneurs in Ekurhuleni ʼn gebrekkige begrip van basiese finansiële begrippe het, en gevolglik oor weinig finansiële kennis beskik. Daar is bevind dat finansiering ʼn groot struikelblok vir die meeste KMO’s in die munisipaliteit is. Hierdie studie het vasgestel dat daar ʼn bepaalde verband tussen finansiële geletterdheid en finansiering onder die KMO’s in die munisipaliteit bestaan.
Aanbevelings word gedoen om die finansiële geletterdheid en finansiering van entrepreneurs te verbeter. Hierdie riglyne is vir die regering, finansiële en akademiese instellings, en entrepreneurs bedoel. Aangesien dit die eerste ondersoek na die verband tussen finansiële geletterdheid en finansiering onder KMO’s in die Ekurhuleni Metropolitaanse Munisipaliteit is, stel hierdie studie ʼn standaard vir ander studies in hierdie streek. / Business Management / M. Com. (Business Management)
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:unisa/oai:uir.unisa.ac.za:10500/26381 |
Date | 11 1900 |
Creators | Changwesha, Memory |
Contributors | Mutezo, Ashley Teedzwi |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | English |
Detected Language | English |
Type | Dissertation |
Format | 1 online resource (xvi, 128 leaves) : illustrations, Abstracts in English, Zulu and Afrikaans, application/pdf |
Page generated in 0.0034 seconds