Submitted in fulfilment for the Honours Degree in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 1997. / Kuthe ngokuntuleka kwemibhalo esitshela kabanzi ngamadlozi kanye
nenkolo yobuNaza!etha, ngabona kudingekile ukuba kushicilelwe
okuphathekayo nalokhu. Loko kuyonciphisa ukudide}{a okukhulu
okukhungethe isizwe esimpisholo. Hleze bayophela abantu abathi
kule nkolo kukhonzwa amadlozi. Hleze kuyophela nokuthi umuntu
ongasekho emhlabeniumoya omubi, akanamsebenzi walutho.
Okubalulekile okumele kuhlale kuzinze ezingqondweni zethu,
ukuthi akekho namunye umuntu owavele waqhuma etsheni,
nowaqhibuka esidulini. Ilowo nalowo unabo abazali abamlethe
kuleli lengabade. Bamnika uthando, bamkhulisa waze waba yilokhu
ayikhona. Umuntu okwenzele okukhulu nokuhle kangaka, ungaqaIa
ngaphi umlibale? Yikhona loku okuyivuso kithina ukuba
sibakhumbule, njengoba bekhunjuIwa nakwezinye izinkolo zezinye
izizwe. Akulula ukukuIibala,.nokubalibala ngisho sebemathambo
amhIophe".
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:uzulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/775 |
Date | January 1997 |
Creators | Duma, Bonisiwe M |
Contributors | Khumalo, Z.L.M. |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | Zulu |
Detected Language | Unknown |
Type | Thesis |
Format | application/pdf |
Page generated in 0.0019 seconds