A thesis submitted in fulfillment of the requirements of the degree of Doctor of phisophy in the Faculty of Arts, in the Department of IsiZulu naMagugu at the University of Zululand, 2009. / Lolu cwaningo lumayelana nekhono lokuchaza emanovelini ka-J.M. Mngadi. Ziningi-ke izinto azichazayo emanovelini akhe uMngadi. Kulo msebenzi sigxile ikakhulu ekhonweni aliveza uma echaza izigameko kanye nabalingiswa. Sikhethe uMngadi ngoba sibona ukuthi uyena ogxilayo ekuchazeni okuningi asuke exoxa ngakho. Ukuchaza kuze kugubheke isisele ephokophelele ukuthi ofunda indaba aqonde kahle ukuthi uxoxa ngani.
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:uzulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/198 |
Date | January 2009 |
Creators | Ntuli, Sibusiso Louis |
Contributors | Khumalo, L.Z.M. |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | Zulu |
Detected Language | Unknown |
Type | Thesis |
Format | application/pdf |
Page generated in 0.0015 seconds