This research is entitled «A comparative study of Western, Eastern and
Southern African surnames as a reflection of African identity" In this study
the researcher looked at the historical Origins of surnames in the world, making
references of countries including Britain, Scotland, China and India. The
researcher then came to the African continent, where she targeted Western,
Eastern and Southern Africa as areas of research. The reason for choosing
these three parts of Africa is because they fall under the largest language family
in the continent i.e. Niger-Kordofanian.
The analysis of the findings reveals some similarities between naming practices
among Western, Eastern and Southern African Kintu language groups. In the
analysis of African surnames, it came out very clear that in these three parts of
Africa most surnames are derived from people's names, especially male names;
time of the day; animal names; weather condition and from natural phenomenon.
Looking at African traditional religion, it came out from the research that in these
three parts of Africa there are three categories of religion i.e. Christianity, African
religion and Islamic religion. In this particular research religion came through
because the findings reveal that religion had an important impact on naming in
Western, Eastern and Western Africa and also in other countries in Europe as
well. This research gives a proof that Bantu/Kintu languages spoken in Western,
Eastern and Southern Africa are related due to common origin from the ancestor
language called Proto Bantu. The language relations and the common origin
from one ancestor language resulted in similar cultures and similar naming
practices among the three parts of Africa.
IQOQA
Isihloko salolu cwaningo sithi! "Ukuqhathaniswa kwezibongo
zaseNtshonalanga-Afrika, eMpumalanga-Afrika, naseMzansi-Afrika
njengenkomba yobuzwe obubodwa base-Afrika". Kulolu phando umcwaningi
ubheke umlando wokudabuka kwezibongo emhlabeni, ube esegcizelela
ukudabuka kwezibongo eBrithani, eScotland, eChina naseNdiya. Umcwaningi
ube esebuya eza ezwenikazi i-Afrika lapho eqoke khona ukusebenzisa amazwe
aseNtshonalanga-Afrika, eMpumalanga-Afrika naseMzansi-Afrika. Isizathu
sokuqoka lezi zizinda ezintathu e-Afrika ngesokuthi amazwe alapha angena
ngaphansi komndeni omkhulu e-Afrika obizwa ngokuthi i-Niger-Kordofanian.
Uma kuhlaziywa okutholakele ngokocwaningo kuyatholakala ukuthi kukhona
ukwefanana ezindleleni ezisetshenziswayo uma kwethiwa amagama nezibongo
eNtshonalanga-Afrika, eMpumalanga-Afrika naseMzansi-Afrika. Kutholakale. futhi
ukuthi izibongo eziningi zethiwe zisuselwa emagameni abantu, ikakhulukazi
emagameni abantu besilisa; esikhathini sosuku, emagameni ezilwane, esimweni
seZulu kanye nasezintweni eziyimvelo. Kuthe uma sekubhekwa ngeso lenkolo
yase-Afrika kwatholakala ukuthi zintathu izinhlobo zenkolo ezikhona : inkolo
yobuKristu, yeSintu neyamaSulumane.
Kulolu cwaningo, inkolo ingene ngoba kutholakale ukuthi ineqhaza elikhulu
elibambile ekwethiweni kwamagama eNtshonalanga"Afrika, eMpumalanga-Afrika
naseMzansi-Afrika kanye nakwamanye amazwe eYurophu. Lolu cwaningo
lunikeza isiqiniseko sokuthi izilimi zabantu ezikhulunywa eNtshonalanga-Afrika,
eMpumalanga-Afrika naseMzansi-Afrika zihlobene ngenxa yokudabuka
kukhokho oyedwa wolimi. Ubuhlobo obudalwe ulimi ngokudabuka ndawonye
yilona olungumphumela wamasiko kanye nezindlela zokwetha amagama
nezibongo ezifanayo eNtshonalanga-Afriaka eMpumalanga-Afrika, naseMzansi-Afrika. / Thesis (Ph.D.)-University of Durban-Westville, 2001.
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:ukzn/oai:http://researchspace.ukzn.ac.za:10413/6835 |
Date | January 2001 |
Creators | Ndimande, Nobuhle Purity. |
Contributors | Zungu, Phyllis Jane Nonhlanhla. |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | en_ZA |
Detected Language | English |
Type | Thesis |
Page generated in 0.0018 seconds