Return to search

Ucwaningo olunzulu ngesibaya

Submitted in partial fulfilment of the requirements for the degree B.A. Honours in the Department of African Languages at the University of Zululand, South Africa, 1997. / Lolu cwaningo luhlose ukuvusa ugqozi lokufuya kubantu.
Esikhathini eside abantu balahle amasiko abo , balibala amasiko
ezinye izizwe.
Lolu cwaningo luhlose ukuqwashisa iSintu ukuthi, yize
sesingasazi ukuthi kumele sibhekephi, nokho lisekhona ithemba
nekhambi elingenziwa. Uma nje besingaba nesineke, sivume
ukuqalaza emuva, nokho bezingabuya emasisweni .
Lolu cwaningo luzoveza ngokusobala bha ukuthi kwakukhonjwa
ngophakathi kwelokhokho. Kuzovela yonke in::okozo yasekhaya
ngaphandle kokuwa uvuka , uqhathanisa onsumbulwana. Ingani
phela uphokophele ukuthola ukudla okwakha umzimba, njengobisi ,
amasi nokunye.
Lolu cwa.'1ingo luzoveza ukubambisana komndeni ekumiseni insika
yawo isibaya.
Lolu cwaningo luzoveza isidingo sesibaya emzini womnumzane .

Identiferoai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:uzulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/1195
Date January 1997
CreatorsMakhanya, Ntombizonke Eunice.
ContributorsKhumalo, L.Z.M.
PublisherUniversity of Zululand
Source SetsSouth African National ETD Portal
LanguageZulu
Detected LanguageUnknown
TypeThesis
Formatapplication/pdf

Page generated in 0.002 seconds