Submitted to the Faculty of Arts in fulfillment of the requirements of the Honours Degree in the Department of African Languages at the University of Zululand, South Africa, 1997. / Lolu cwaningo luhlose ukukhanyisa ukuthi ubunkondlo
butholakala kanjani enkondlweni. Luzophawula ngezinyathelo
ezithathwa umhluzi uma ehluza inkondlo. Lolu cwaningo
luzobheka nokubumbeka kwengaphandle lalezi zinkondlo
ezilandelayo :
Inhlekelele YaseCoalbrook, Sithi Halala, Kuyona Ie ngabadi.
Luhlose ukuveza izinto ezithatha amehlo abafundi.
Igama elithi izinto liqondise ezigabeni ezakha inkondlo.
Uma uzibheka zibunjwe ngezindlela ezahlukene. Libuye liqondise
emigqeni eyakhe inkondlo. Le migqa yakhiwe ngenani elahlukene
lamagama. Uma weqisa amehlo esakhiweni salezi zinkondlo,
uthola ukuthi izinhlamvu ezakhe amagama nazo zehlukene
ngamanani. Ekujuliseni amehlo uyakubona ukuvumelana
nokuxhumana komsebenzi wale mbongi.
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:uzulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/1124 |
Date | January 1997 |
Creators | Makhanya, Phylacia Nozipho |
Contributors | Khumalo, Z.L.M. |
Publisher | University of Zululand |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | Zulu |
Detected Language | Unknown |
Type | Thesis |
Format | application/pdf |
Page generated in 0.0018 seconds