Global ETD Search
Search theses and dissertations gathered from participating repositories worldwide. Every result links back to the library that holds it. No account is needed.
Results 1 to 20 of 20 for “"Abalingiswa."”
-
Ukuhlaziywa kwamagama abalingiswa emibhalweni Ka-M.J. Mngadi.
Amagama abalingiswa akhulisa umqondo wombhalo ngoba kuyabhekeka ukuthi ngabe abalingiswa bayawalandela yini amagama abawanikiwe noma cha. Ekuqanjweni kwamagama kuqapheleka nekhono lombhali ngeso elibanzi nelibukhali. Lolu cwaningo luhlose ukuhlaziya kabanzi amagama abalingiswa emibhalweni kaMngadi. …
-
Ucwaningo ngegalelo likaWanda, M.E. ekubhalweni kwenoveli ethi: “Kunjalo-ke” kugxilwe kwisakhiwo, abalingiswa nengqikithi
… kwenoveli ethi: Kunjalo-ke kugxilwe kwisakhiwo, abalingiswa nengqikithi. Isahluko sokuqala sethula ucwaningo jikelele ngokucwaningisisa izinjongo zocwaningo, intshisekelo noma inkuthazo yocwaningo. Lesi sahluko sethula nezindlela ezisetshenzisiwe ngesikhathi kuqhutshwa lolu cwaningo kanye …
-
Ukuqanjwa kwamagama abalingiswa emidlalweni yakuthelevishini ethi Isibaya, Imbewu/ the Seed kanye nothi the Wife.
… lukhona nocwaningo olubheka ukuqanjwa kwamagama abalingiswa embhalweni eyahlukahlukene yesiZulu kusukela emanovelini, emidlalweni, njl njl, kepha olunye ucwaningo lusivezela ukuthi kukhona la ekusashoda khona. Kuyinto enhle ukuthi uma ababhali bemidlalo noma abaqondisi bemidlalo beqamba …
-
Ukusetshenziswa kwenzululwazi yokwethiwa kwamagama njengesu lokwakha abalingiswa- kubuyekezwa imibhalo eqokiwe ebhalwe emva kokuzuzwa kwentando yabantu.
Lolu cwaningo lumayelana nokwethiwa kwabalingiswa emibhalweni ekhethekile ebhalwe emva kokuzuzwa kombuso wentando yabantu. Ukwethiwa kwegama lomuntu kusemqoka kakhulu osikweni lakwaZulu, njengakwamanye amasiko ase-Afrika. Imvamisa lawa magama ahamba nezincazelo kanti futhi ahambisana nezehlo …
-
Ubuciko bokwethiwa kwamagama abalingiswa emanovelini abhalwa ngemuva konyaka wezi- 2000: kubhekwa ukwethulwa kwabalingiswa ukuthi kuyafana nokwetha jikelele.
According to the context of South Africa, a personal name carries a lot of information that speaks to its naming. A personal name carries an identity and a character of the name carrier but other races view personal names as a label that helps to categorise people accordingly. The study of personal …
-
Ubuciko bokwethiwa kwamagama abalingiswa emanovelini abhalwa ngemuva konyaka wezi-2000: kubhekwa ukwethiwa kwabalingiswa ukuthi kuyafana nokwetha jikelele.
… Lolu cwaningo luhlose ukuveza amagama ethiwe abalingiswa abawumfuziselo wabantu abaphilayo ngenhloso yokubheka ukuthi kuyefana yini ukwethiwa kwabalingiswa nokwethiwa kwabantu emhlabeni jikelele okanye okwabantu abaphilayo. Umbuzo oqanda ikhanda wothi ngabe ababhali bamanoveli bayakuqikelela …
-
Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane : ukuqhathanisa
… neyabesilisa sicubungula ukuthi yibaphi abethula abalingiswa besifazane kangcono kunabanye. Sibe sesibheka nezindlela zokuhluza imibhalo. Kuso lesi sahluko sethule isakhiwo socwaningo lapho siveze zonke izahluko nokuthi yini umongo wesahluko ngasinye. Esahlukweni sesibili, bese singena-ke sigxila …
-
Ukucwaningwa kwamagama abaliswa emidlalweni kaLawrence Molefe : Izwe lizothini nethi Bahlukumezekile behlakaniphelana nje
… Inhloso yocwaningo kule midlalo ukubheka ukuthi abalingiswa bayo bethiwe kanjani na? Lolu cwaningo luhamba luthinte izinsiza kuhlaziya esingathi amathiyori (theories) nendlela aytha abalingiswa bakhe ngayo kanye nesitayela esisetshenziswe umbhali kule midlalo yakhe emibili. Kukhethwe le mibhalo …
-
Ucwaningo Ucwaningo ngokuvezwa kwabalingiswa abanemizwa yobulili obufanayo ezincwadini zesiZulu zamabanga aphezulu nokufundiswa kwazo esikoleni saseMpangeni.
… ukubheka ukuthi ababhali babaveza kanjani abalingiswa abanemizwa yobulili obufanayo emibhalweni yabo abayibhalayo. Lubuye lubheke ukuthi othisha bayifundisa kanjani imibhalo enendikimba yabanemizwa yobulili obufanayo. Ucwaningo luphendula imibuzo emithathu elandelayo: 1. Bavezwe kanjani …
-
Ikhono LikaMakhaye N J Lokubhala Inoveli Engajwayelekile Nokuchaza Esebenzisa Ulimi Olunothile Enovelini Yakhe Ethi: Uze Ungikhonzele
… elikhethekile neliyingqayizivele lokuchaza kahle abalingiswa kanye nezinto ezivela enovelini yakhe. Lolu cwaningo lunezahluko eziyisishiyagalombili ezihleleke kanje: Isahluko sokuqala siyisingeniso socwaningo lapho kubhekwa khona izinhloso zocwaningo , ingqinamba yocwaningo, intshisekelo …
-
Disability representation in selected Zimbabwean Chishona novels and plays=Ukuvezwa kokukhubazeka kumanoveli nemidlalo ekhethiwe yeChiShona saseZimbabwe.
… ekukhubazekeni? Kungani ababhali beCiShona bakha abalingiswa abanokukhubazeka? Ucwaningo lusebenzise Vumunhu, Unhu/ Ubuntu njengeNjulalwazi yocwaningo ekhombisa ukuthi i-Vumunhu igcizelela ukubaluleka kokuhlonipha impilo yomuntu kanye nesithunzi sakhe. Ngenxa yalokho ucwaningo luhlose ukuthola …
-
Ucwaningo olunzulu ngokuqanjwa kwabalingiswa nezindawo kanye nemithelela yakho emibhalweni yesiZulu
… cwaningo kuhloswe ukweneka obala ukuqanjwa kwabalingiswa nezindawo nemithelela yakho emibhalweni yesiZulu. Isahluko sokuqala siveza ubumqoka bocwaningo kanye nomklamo wocwaningo. Isahluko sesibili siveza izincazelo zamagama abalingiswa ezahlukene, ukuqamba amagama, okubhaliwe ngocwaningo, …
-
Ucwaningo lwamagalelo ka-M. M. Masondo ekubhalweni kwenoveli yophenyo esizulwini
… Lesi sahluko sona sigxile eqhazeni elibanjwe abalingiswa ophenyweni lwamanoveli ka Masondo. Kucutshungulwa labo balingiswa abasemqoka kubhekwe ukukholeka nokungakholeki kwabo, nanomthelela lokhu okungase kube nawo emanovelini ngokwehlukana kwawo. Kucutshungulwe nokhondolo oluqaphelekayo …
-
Izindikimba nokuvezwa kwabalingiswa besifazane kweminye imibhalo yesiZulu ebhalwe ngababhali besifazane ngemuva kwesikhathi senkululeko.
Kulolu cwaningo bekubhekwa ukuvezwa kwabalingiswa nezindikimba okubhale ngazo ababhali besifazane emibhalweni ethize yesiZulu. Umcwaningi uqoke izincwadi ezibhalwe ngababhali besifazane baseNingizimu Afrika. Kuvelile izindikimba ezivela kakhulu emibhalweni yabhali besifazane okuyindikimba yothando, …
-
Injula ngenjumbane eyethulwa ngu-J.C. Buthelezi emsebenzini osihloko sithi: Impi yabomdabu isethunjini
… sesine sibheka injula equkethwe ngamagama abalingiswa kule noveli. Kunenkolelo yokuthi iyamangalisa injula yomlando equkethwe emagameni esiNtu ezwenikazi lase-Afrika. Kulesi sahluko kuvezwa ubuchule bukaShenge ekwetheni amagama agqamisa umongo wale noveli okuwubandlululo kanye nomyalezo …
-
Ukuvezwa kwemicabango yabalingiswa ngempilo yabathandana nobulili obufanayo ezindabeni ezimfishane nasemanovelini akhethiwe esiZulu.
… ubheka nokuthi lezi zinqumo ezithathwa abalingiswa abaphila impilo yokuthandana nobulili obufanayo, zibaphatha kanjani abasondelene nabo. Kubuye kubhekwe nezimo ezinzima abantu abathandana nobulili obufanayo ababhekana nazo kanye nobungozi obuvezwe emibhalweni ecwaningiwe ngokuphumela …
-
Ukuvezwa kwendikimba yengculazi enovelini ka M. E. Wanda, ethi "Kunjalo-ke".
… noma saleso simo. UWanda lapha akavezi abanye abalingiswa bethola izifundo kwabanye ngengculazi okungukuthi izifundo ziqonde ngqo kubafundi benoveli. UVan Dyk (2012:4) yena uthi: The origin of HIV: There were many speculations and theories in the early days about the origin of Aids epidemic. …
-
Narrating the nation: conceptualization of post-colonial female self and identity by selected Kenyan women writers = Ukuxoxela isizwe: Insungulomcabango ngobuqobo lowesifazane nobuyena ngokukhetha ababhali besifazane emva kokuqonelwa kweKenya.
… ababhali besifazane baseKenya. Indaba, abalingiswa nombono kunomthelela ekuthuthukiseni abesifazane. Esikweni elivalela futhi livimbele abesifazane, amandla abesifazane okuqondisa impilo yabo abalulekile.
-
Ukuvezwa kwabalingiswa besifazane ezinganekwaneni zesiZulu.
Abstract available in PDF file.
-
From binary to dialogic: Chinua Achebe's critique of colonial stereotypes in Things fall apart, No longer at ease and Arrow of God
This study examined Chinua Achebe’s representations of non-African characters in the African Trilogy, with the goal of determining how Achebe’s representations of characters with whom he did not share a cultural background shifted across the trilogy. These characters were examined using Fishelov’s …