Global ETD Search
Search theses and dissertations gathered from participating repositories worldwide. Every result links back to the library that holds it. No account is needed.
Results 1 to 12 of 12 for “"Inhlonipho."”
-
Lucwaningo ngetihlahla netilwane nekusetjentiswa kwato ekwelapheni kwesintfu
… umlandvo wemaSwati kafishane. Sehluko 2. Siveta inhlonipho letfolakala kuletindzawo letilandzelako; emphakatsi, etikolweni, emasontfweni kanye nasemihlanganweni. Siphindze sivete inhlonipho legcanyiswa bantfu labadvuna nalabasikati ngekwehlukana kwetigaba taboo 5ehluko 3. Sichaza kabanti …
-
Inqubo elandelwayo ekukhulisweni kwabantu besilisa esizweni samaZulu: kubhekiswe endaweni yaseHarding eSantombe.
… empilo. Kuzona zonke izimpendulo zababambiqhaza inhlonipho ibingasali. Lokhu kusho ukuthi kwaZulu inhlonipho iyisisekelo sempilo. Lokhu kwesekwa uNgwenya (2015:1) lapho ethi “inhlonipho iyona eyinsika yesizwe samaZulu. Ngaphandle kwenhlonipho isizwe samaZulu asinamuva asinaphambili. Impilo …
-
Ukuvuselelwa kwesiko lokuhlonipha entsheni ensundu ikakhulukazi esizweni sakwaZulu
… kuvezwe nenhloso yocwaningo okuwukukhuthaza inhlonipho entsheni. Isahluko sesibili siveza izindlela zesintu ezingalekelela ukubuyisela isiko lokuhlonipha entsheni. Lezi zindlela zesintu zihlanganisa ukugweba, ukusoma, ukuhloniphana kwezintombi nezinsizwa, ukuhlonipha kwezintombi isifo, …
-
Lucwaningo lolujulile ngetaga elulwimini LweSiswati
… titfo temtimba, kutfukutsela, budlelwano, inhlonipho, inkhutsalo, buphuya, inhlakanipho nemikhuba yenchubo yesintfu. Taga tibukwa ngekususelwa etinganekwaneni, etibongweni, etinanatelweni, emahubeni, etishweni nasetiphicaphicwaneni. Tinongo tenkhulumo letifana nesifanisongco, sifaniso …
-
Ucwaningo olunzulu lokuqhathanisa umculo kaMasikandi neSicathamiya njengobalulekile esikweni lesizwe samaZulu, kugxilwe kakhulu kuPhuzekhemisi kanye naMambazo Amnyama
… ukubulalana kwezombangazwe, uxolo, ukubuyisana, inhlonipho emakhosini kanye nenhlalo yesiNtu. isahluko sesishiyagalombili nokungesokugcina, siyisihlaziyo nesiphetho. Kulesi sahluko kwethulwa izincomo bese kusongwa lonke ucwaningo.
-
Ucwaningo olunzulu ngesiko lokubuyisa iThongo
… Abaphilayo kufanele babenolwazi nokuqonda yonke inhlonipho ephathelene nenkolo nomsebenzi wesiko ngoba inhlonipho yabangasekho neyempilo yonke jikelele iyingxenye yamasiko namagugu enza ukuthi isidalwa esingumuntu sehlnke ezilwaneni. Isahluko sesibili sichaza ngobukhona bemimoya enamandla phezu …
-
Ikhono likaMagolwana Jiyane ekusebenziseni izifenqo nezakhiwo ezibongweni zenkosi uDingane
… ukuthi ihaba liyini sicwaninge izibonelo inhlonipho; isiqhathaniso, ukuhambisana kanye novuthondaba. Isahluko sesithupha sizogxila esakhiweni lapho sizobhekana nempindwa, ukuphindaphinda, imvumelwano, ukuxhumana ifanangwaqa, ufanankamisa kanye nefuzankamisa. Isahluko sesikhombisa …
-
Injula yesithembu ikakhulukazi esizweni samaZulu
… magama nje ewodwa ayalwandisa ulimi IwesiZulu. Inhlonipho kankosikazi wasendlunkulu ithe thuthu ngezinga kuneyasekhohlo. Inkosikazi yaseqadini ingena endlunkulu. Kuzocaciswa inzululwazi nezinjulamqondo eziqukethwe yisithembu. Lolu Iwazi luzokwelekelela luthandaniswe nezinsalela zesithembu …
-
Izigiyo as performed by Zulu women in the KwaQwabe community in KwaZulu-Natal, South Africa.
… of KwaQwabe need to be treated with dignity and inhlonipho (respect) within the parameters of the Zulu tradition (Msimang, 1975). The study explores issues surrounding the izigiyo performance in order to establish whether Zulu women have always been silent (Bukenya, 2001) when it comes to issues …
-
Disability representation in selected Zimbabwean Chishona novels and plays=Ukuvezwa kokukhubazeka kumanoveli nemidlalo ekhethiwe yeChiShona saseZimbabwe.
… amasha agqugquzela imibonokuzizwa emihle eveza inhlonipho ehambisana ne-Vumunhu afakwe esikhundleni salawo ehlisa isithunzi. Zonke izinqubomgomo ezimayelana nokukhubazeka kumele ziqalise ukusebenza bese kuba nemizamo okumele yenziwe ukuqinisekisa ukuthi yonke imisebenzi yokuziqambela eshicilelwe …
-
Zibanjwa zimaphuphu kwelikaMthaniya kaNdaba
… badibane nemimoya efuqayo. Abantwana bafundiswa inhlonipho yokungabizi amagama abantu abadala. Bafunda nokuthakazela okusigcwalisa nswi isiZulu. Isahluko sesithathu sigxile endlini kagogo njengesizinda okhalweni lokukhaliphisa abantwana. Kukule ndlu lapho abantwana beqoqana khona ngezintambama …
-
The role of gratitude in enhancing leadership : exploring the relationship between teachers and head of departments
This study was conducted to explore the significance of gratitude in enabling HODs to enhance their leadership role and to develop and support teachers by improving relationships at selected schools in Gauteng. Gratitude entails leadership showing appreciation for and acknowledging teachers’ …