Global ETD Search
Search theses and dissertations gathered from participating repositories worldwide. Every result links back to the library that holds it. No account is needed.
Results 1 to 4 of 4 for “"Inqubomgomo yolimi."”
-
Ukulandelwa kwenqubomgomo yolimi ezikoleni ezikhethiwe eLimpopo, Sekhukhune ezise siyingini-Dilokong.
Lolu cwaningo lwenziwe ngenhloso yokuhlola inqubomgomo yolimi, yezikole zase- Sekhukhune esiyingini iDilokong esifundazweni sase Limpopo, lapho iqhathaniswa khona nenqubomgomo yolimi kazwe lonke kanjalo neyesifundazwe. Isiminingi imizamo eyenziwe ukuzama ukulungisa inqubomgomo yolimi nokulungisa …
-
Ucwaningo ngokuthuthuka kolimi lwesiZulu emkhakheni wokuhumusha
… kuzo ucwaningo iningi lazo azazi ukuthi inqubomgomo yolimi ibalulekile. Abacubunguli bolimi kumele baphume bangene bafundise ngenqubomgomo yolimi, ngoba abazi nokuthi kuyini lokho. Ukuphetha nje ulimi lwesiZulu luthuthuka kancane kakhulu eNingizimu Afrika.
-
Ukuhlelwa kokufundwa kolimi lwesiZulu njengolimi lwesibili: kubhekwa abasebenzi kanye nabafundi basenyuvesi ya KwaZulu-Natal.
Lolu cwaningo lubheka inqubomgomo yolimi yesikhungo semfundo ephakeme iNyuvesi YaKwaZulu-Natali, ngokubheka ukuhlelwa kokufundwa kolimi lwesiZulu njengolimi lwesibili, kubhekwa abasebenzi kanye nabafundi baseNyuvesi YaKwaZulu-Natali. Lolu cwaningo lungena ngaphansi komkhakha wokuhlelwa kolimi. …
-
Ukusetshenziswa kolimi lokufunda, ukufundisa nokuhlola ezikoleni zase-Harrismith, esifundazweni sase-Free State.
Izinhloso zocwaningo ukuhlola inqubomogomo yolimi, yezikole zase-Harrismith, esifundazweni sase-Free State, lapho iqhathaniswa nezinqubomgomo zolimi zikazwelonke neyesifundazwe. Kungakho-ke lolu cwaningo luzobheka ukuthi bukhona yini Na ubulungiswa ukusetshenzisweni kwezilimi ezisemthethweni, …