Global ETD Search
Search theses and dissertations gathered from participating repositories worldwide. Every result links back to the library that holds it. No account is needed.
Results 1 to 8 of 8 for “"Izinkondlo."”
-
Izindlela zokufundisa izinkondlo esiZulwini ulimi lwasekhaya ebangeni le-10 ezikoleni ezikhethiwe ezisesifundeni sase-King Cetshwayo.
… abafundisi abazisebenzisayo uma befundisa izinkondlo. Lolu cwaningo lubheka ukadebona wothisha ezikoleni zothisha mayelana nokufundiswa kwezinkondlo. Lolu waningo lwenziwe kusetshenziswa ucwaningo lobunjalo botho ngaphansi kwendlela kubuka yomhumusho, lolucwaningo lwegaqa lwenziwe kothisha …
-
Uguquko ekubhalweni kwezinkondlo zolimi lwesizulu: kuqhathaniswa amaqoqo kaVilakazi, B. W. nakaMavuso B.
… B. Lolu cwaningo luhlose ukuqhathanisa izinkondlo ezabhalwa eminyakeni yakudala (1935 - 1945) zibhalwa uB.W. Vilakazi, ziqhathaniswa nalezo ezibhalwe kamuva (2006 - 2015) zahlelwa uB. Mavuso. Esahlukweni sokuqala kulapho kwethulwa khona ucwaningo futhi isona ebesichaza isihloko …
-
An analysis of contemporary IsiZulu performance poetry.
… in the composition of performance poems. = Izinkondlo e-Afrika ziyinto elula kakhulu neyindlela ejulile yokuveza imizwa. Abantu abangama-Afrika bakhombisa imizwa ngengoma noma ngenkondlo uma bethanda, bezonda, besebenza noma bedlala, uma benokuthula noma belwa, uma kuzelwe ingane noma kuvele …
-
Ucwaningo ngesakhiwo sangaphandle ezinkondlweni zika – E.L. Mhlanga
… wocwaningo kanye nomlando wembongi okuhlaziywa izinkondlo zayo. Kugxilwe ezinhlosweni zokucwaninga imvumelwano, ifanamsindo, ukuxhumanisa, impindamqondo nempindwa kanye nesigqi. Umkhawulo wocwaningo ugxile emaqoqweni ezinkondlo ayisithupha, okukhethwe izinkondlo ezingamashumi amane nesithupha …
-
Ukukhononda ezinkondlweni zika- JC Dlamini ezibhalwe ngesikhathi sobandlululo.
… Luveza isibindi nobuchule bakhe ekubhaleni izinkondlo ezinendikimba yokukhononda. Ucwaningo lusebenzisa ithiyori ye-Marxism kanye neye-Post-colonialism. La mathiyori akwenza kube lula ukwenza lolu cwaningo ngokubheka ubudlelwane phakathi kwezinkondlo zika-J.C.Dlamini kanye nesikhathi …
-
Indima edlalwa ezobuchwepheshe ukuqhakambisa iqhaza lobuciko bomlomo ezimpilweni zabantu.
… ngesikhathi sasendulo lapho umhlaba usamuhle. Izinkondlo nomculo-ke zingezinye zalezi zinhlobo ezithakaselwa kakhulu ngabantu okwenza ukuthi zingagcini nje ngokuba yinto yasezindaweni ezisemakhaya kodwa zitholakale ngisho nasemadolobheni ngenxa yokusatshalaliswa ezobuchwepheshe esezingenisile …
-
Ubumqoka bezinkomo esizweni samaZulu
… noma ezihaywayo (vi) ezithinta inkomo, izinkondlo ezithinta inkomo, imilolozelo ethinta inkomo, izilandelo ezithinta inkomo kanye nezithakazelo ezithinta inkomo. Kuvezwe ukuthi izinkondlo ezibhalwe ngababhali abehlukene zinamanembe enkomo. Kubuye kwavezwa namahubo athinta izinkomo. …
-
Ucwaningo olunzulu ngesakhiwo nobumqoka bamahubo nezaga zesizulu
… abanakuphumelela kahle hle ukuhlaziya izinkondlo zesimanje uma belahlisa okwenyongo yenyathi isizinda sobunkondlo esisemabubeni nasezageni. Kuyahlaluka ukuthi kulukhuni ukuhlola amabubo nezaga njengengxenye yobuciko bomlomo ngaphandle kokusondeza isiko kanye nomculo. Isakhiwo nobumqoka …