Global ETD Search
Search theses and dissertations gathered from participating repositories worldwide. Every result links back to the library that holds it. No account is needed.
Results 1 to 20 of 25 for “"Kuso"”
-
Ucwaningo ngesizinda nokuqambeka kwesiqiwu seseMkhuze nezindawoezingaphakathi kuso
… kwesiqiwu saseMkhuze nezindawo ezingaphakathi kuso. Isahluko sokuqala yisethulo socwaningo jikelele. Kuvezwa izinhloso nentshisekelo yocwaningo. Kubukwa nezindlela okuzoghutshwa ngazo ucwaningo kanye nomklamo walo. Kubukwe nemibono yongoti kanye nokuchazwa kwamagama. Isahluko sesibili siqukethe …
-
Ubumqoka bezinkomo esizweni samaZulu
… kanye nokunakekelwa kwayo kuwo wonke amazinga. Kuso lesi sahluko kuvezwa izizathu ezenza kucwaningwe lubuye luhlabe luhlakaze ukuphathwa kabi kwezinkomo ngoba kuholela ebubheni. Ucwaningo lubuye luveze inkinga yokuthi alukho ucwaningo oluqondene nenkomo yodwa kodwa osekwacwaningwa kufaka nenye …
-
Le spectre de l'histoire : une généalogie du corps médiumnique dans le cinéma taïwanais
… figurative. Deux autres figures, tâng-ki et kuso, nous permettent de développer la théorie du corps médiumnique. Cette dernière a pour objectif de construire une stratégie afin de résister aux troubles identitaires, autant dans l’espace public que dans l’espace privé. En conséquence, benshi, …
-
Ucwaningo olunzulu ngemilozi, inkulumobuthule nemikhuba yayo esiZulwini
… emsebenzini ozoqhutshwa ngayo. Umehluko kuso isahluko uveziwe wokuthi inhloboni yemilozi okubhalwa ngayo. Umklamo uqoqile uveza amanoni ngemilozi azothintwa kwashiywa amanangananga angadingekile ukuze indlela icace. Isahluko sikubeka kucace ukuthi ngobani labo abazohlomula behlomula uma …
-
Ukuvezwa komlando nesiko endabeni ka C.T. Msimang ethi "Buzani kuMkabayi"
… ngezizukulwane zikaPhunga noMageba. Kuso lesi sahluko kuvezwa inhloso yalolu cwaningo. Kuhlaluka ukuthi lolu cwaningo luhlose ukuhlola izinhlobo ezimbili zesiko, amasiko amnandi emukelekayo emphakathini kanye nalawo abuhlungu angemukeleki kahle emphakathini. Amasiko ahlolwayo …
-
Isithako sohlahlubo-bunzululwazi-sakhono kwiimbalo zikaSaule: iinoveli ezintathu = decontsructive stylistic critique of Saule' s writings: the case of three novels
… sobuNzululwazi Mlando-mbali, kurhatyulwe kuso, ukuxhasa imiba ethile kuphando. Ingxoxo Yahlulwe yazizahluko ngolu hlobo: Isahluko sokuqala, sidandalazisa ingxubakaxaka ethunuke yandulula uphando olu. Kwabekwa iinjongo, iziphumo-njongo zophando nemibuzo ekuza kucangcathwa kuyo kuphando. …
-
Ukusetshenziswa Kwezakhi Ma- No Ka- Olimini Lwesizulu
… abanye nabo basho okwabo. Lo mnikelo uqondiswe kuso sonke isizwe sakwaNzuza esahlahla indlela ekubusweni kwezwe lakwaZulu. Ukuba babengekho oMqalane noMbekelo hleze leli ngabe kalibizwa ngokuthi elakwaZulu. Uphinde lo mnikelo udambathe kulo lonke elahanjwa nguMafongonyane, ubaba ongizalayo …
-
Ukubaluleka kokulobola njengesiko lamaZulu
… olobolayo nokuthi umuntu onjani olotsholwayo. Kuso lesi sahluko kubuye kwabhekwa ukuthi amanye ama-Afrika wona analo yini leli siko kanye nezizwe zaphesheya kwezilwandle. Isahluko sesithathu sethula imithetho yokuqhuba isiko lokulobola nezindlela okumele zilandelwe kuleli siko. Kuqalwe ngokuba …
-
Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane : ukuqhathanisa
… Sibe sesibheka nezindlela zokuhluza imibhalo. Kuso lesi sahluko sethule isakhiwo socwaningo lapho siveze zonke izahluko nokuthi yini umongo wesahluko ngasinye. Esahlukweni sesibili, bese singena-ke sigxila kuzo izindlela zokucubungula imibhalo ezikhethelwe lolu cwaningo. Kulolu cwaningo sigxile …
-
Ucwaningo ngomthelela wamalungelo abesifazane nezingane ekuqedeni amasiko nenhlonipho esizweni samaZulu
… nezigameko ezenzeka esikhathini okuphilwa kuso ukuthi ngabe amaLungelo aneqhaza elingakanani ekunyuseni izibalo. Isahluko sesine: Kubhekwa izinselelo ezibhekene nesizwe sonkana. Izinselelo ngokwamazinga ahlukene njengamakhosi, intsha, izintombi, nezinsizwa kanye ne Silo samabandla. …
-
Ucwaningo olunzulu ngamagama okuqanjwe ngawo izindawo zasesiqiwini iHluhluwe - uMfolozi
… isivivane nobani nobani ayolangazelela ukuphonsa kuso )tshe qede sibe ngumfelandawonye wesimakade.
-
Ucwaningo lokuhlola ukuthi imibhalo yobuciko yesizulu efundwa ezikoleni inamthelela muni ekubhebhethekiseni imibono emiswe ngokobulili. = Investigating how isiZulu literary texts prescribed in secondary schools perpetuate and reinforce gender stereotypes.
… kuya kweleshumi esikoleni abafundisa kuso. Kusetshenziswe isheduli yenhlololwazi esakuWeleka ukuthola ulwazi esikhulwini soMnyango WezeMfundo kanye nakothisha. Kuphinde kwasetshenziswa uhlaziyo lokuqukethwe (content analysis) ukucubungula imibhalo yobuciko kanye nomhlahlandlela …
-
Ukuvezwa kwendikimba yengculazi enovelini ka M. E. Wanda, ethi "Kunjalo-ke".
… yokwethula isibuko umphakathi okufanele uzibuke kuso. Kuyiqiniso ukuthi izindikimba okubhalwa ngazo zithathelwa empilweni ephilwa imiphakathi ngaleso sikhathi. Yingakho imibhalo inendikimba eyemene nesizinda. Nakuba isikhonyana imibhalo yesiZulu emayelana nendikimba yengculazi, kepha ayikandi …
-
Ukubaluleka kwenhlanzeko ekuphathweni komsebenzi wabadala: The importance of ritual purity in ancestoral ceremonial performance
… kanjalo nokuhambelana kwawo nesikhathi okuphilwa kuso. Ubunjalo bezinguquko bushiyelwe umfundi ukuba kube nguyena owehlulelayo ngobuhle nobubi bazo. Umcwaningi ushiyele ofundayo ukwahlulela ngobuhle nobubi bezinguquko zesikhathi emasikweni endabuko. Isahluko sesishiyagalombili sona siqoqa amaphuzu …
-
Ucwaningo lwemibono yothisha nabafundi bebanga leshumi nanye besizulu ulimi lwasekhaya ngesiko lokuthwala amantombazane esikoleni esikwandengezi.
… lokuthwala alisahambisani nesikhathi esiphila kuso manje. Leli siko libukeka seliphelelwe isikahathi. Indikimba yesithupha iveza ukuthi abazali abazivikeli izingane zabo. Le ndikimba ikhombisa ukuthi abazali abazivikeli izingane zabo kuleli siko kunalokho bavele bavumelane nabenzi baleli siko. …
-
Ukuqanjwa kwamagama emizi ezigodini zakwesakwaMkhwanazi kwaDlangezwa
… umuntu ephuma umuzi nokuqanjwa kwegama lomuzi. Kuso lesi sahluko kuyacaciswa ukuthi kubaluleke ngani ukuqanjwa kwegama lomuzi ngomuzi, kubukwa nendlela okuqanjwa ngayo amagama emizi ezigodi zakwesakwaMkhwanazi KwaDlangezwa. Kulesi sahluko kubhekwa nendima okuzohanjwa kuyo eyimingcele yocwaningo. …
-
Using an English language club to enhance the learning of English at a high school in South Africa=Ukusetshenziswa kwe-English Language Club ukuphucula izinga lokufundwa kwesiNgisi esikoleni samabanga aphezulu eNingizimu Afrika.
… ulimi lwesiNgisi. Lokhu kungenxa yesimo abaphila kuso abafundi kanye nokuminyana kwamakilasi okuvimbela ukusetshenziswa kwendlela ezifanele zokufundisa nokufunda. Ucwaningo lwasebenzisa indlela yokufundisa ehlaziyayo enezimpawu zenjulalwazi kaKrashen. Ukungenelela kwemisebenzi emisha nethokozisayo …
-
Teachers’ experiences of teaching an ancestral language in a multilingual context : the case of Telugu in Mauritius = Abahlangabezana nakho othisha ekufundiseni ulimi lokhokho emongweni wobuliminingi: Kubhekwa isiTelugu eMauritius.
… Imithombo yokuqala yemininingo, eqondiswe kuso sonke isibalo sabantu, yangivumela ukuba ngithole umbono ophelele walokhu futhi ngiphinde ngikhethe ababambiqhaza ezigabeni ezilandelayo. Ngokusebenzisa indlela yokuhumusha yesayensi yezigameko, ngaba nezingxoxo ezisakuhleleka nababambiqhaza …
-
Zindaba zakho mngoma: ingonyuluka
… alandelwayo uma umuntu engenwa yidlozi. Kuso lesi sahluko kuyacaciswa ukuthi liyini lona idlozi, kubukwa nemininingwane elandelwayo ekuthwasiseni umuntu. Kulesi sahluko kubhekwa nendima okuzohanjwa kuyo eyimingcele yocwaningo. Lokho kusiza ukuthi lo msebenzi ungahambi umathanda kodwa …
-
Articulations of the media, migration and the urban in constructions of black African subjectivity in post-apartheid South Africa: a decolonial approach=Ukuvezwa kwezokuxhumana, ukufuduka kanye nobudolobha ekwakheni ubu-Afrikha obumnyama obuvumelana nesikhathi sangemumva kobandlululo eNingizimu Afrikha: Indlela ephikisana nobuqonela.
… esimweni sakho esisabalele esibala kuso ukufuduka, umngcele kanye nobudolobha. Ucwaningo ngokwenjulalwazi luveza ingxoxo phakathi kwezifundo zangesikhathi esingemumva kokuqonela, isifundo esiphikisana nokuqonela, isifundo sabantu abamnyama, i-Marxism, kanye nezinye izinhlobo …
Page 1 of 2