{"id":{"repo_id":"ukzn","oai_identifier":"oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/13425"},"canonical_url":"https://search.ndltd.org/etd/ukzn/oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/13425","repository":{"repo_id":"ukzn","name":"University of Kwazulu-Natal","base_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request"},"display":{"title":"Ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha.","abstract":"Lona ngumsebenzi wocwaningo oluhlelwe ngokwezahluko eziyisihlanu. Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kwethulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Kulesi sahluko kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenjongo yokukhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphinde kuthulwe izinjulalwazi zocwaningo eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwe ngokuveza umklamo wocwaningo nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozilandelanisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi isahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Kubhekwa imibhalo yesiZulu ngamafuphi ngenhloso yokubheka imibhalo eyashicilelwa esikhathini esiphambili ukuthi yayikhuluma ngani imvamisa. Kuzoba khona ukufingqwa kwemibhalo okugxilwe kuyona lapha ocwaningweni. Kuzophinde kubukezwe nemibhalo esiyenziwe ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Izindlela zocwaningo kanye nenjulalwazi Isahluko sesine Lesi sahluko sizohlaziya ulwazi oluqoqiwe mayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zaseNazareth Baptist Church. Isahluko sesihlanu Isiphetho socwaningo.","abstract_html":"Lona ngumsebenzi wocwaningo oluhlelwe ngokwezahluko eziyisihlanu. Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kwethulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Kulesi sahluko kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenjongo yokukhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphinde kuthulwe izinjulalwazi zocwaningo eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwe ngokuveza umklamo wocwaningo nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozilandelanisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi isahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Kubhekwa imibhalo yesiZulu ngamafuphi ngenhloso yokubheka imibhalo eyashicilelwa esikhathini esiphambili ukuthi yayikhuluma ngani imvamisa. Kuzoba khona ukufingqwa kwemibhalo okugxilwe kuyona lapha ocwaningweni. Kuzophinde kubukezwe nemibhalo esiyenziwe ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Izindlela zocwaningo kanye nenjulalwazi Isahluko sesine Lesi sahluko sizohlaziya ulwazi oluqoqiwe mayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zaseNazareth Baptist Church. Isahluko sesihlanu Isiphetho socwaningo.","abstract_has_math":false,"creators":["Msomi, Melusi Ernest."],"institution":null,"degree_name":null,"degree_level":null,"degree_discipline":null,"degree_department":null,"school":null,"contributors":[],"advisors":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."],"committee_chairs":[],"committee_members":[],"year":2015,"date_issued":"2015","date_published":"2015","updated_at":"2026-11-26T21:52:41Z","subjects":["Church of the Nazarites -- Hymns.","Zulu poetry -- Religious aspects.","Theses -- IsiZulu."],"languages":["en_ZA"],"rights":[],"rights_urls":[],"identifier_entries":[],"person_identifier_entries":[]},"links":{"outbound_url":"https://hdl.handle.net/10413/13425","outbound_label":"Handle","outbound_source":"dc:identifier.uri","record_url":"https://hdl.handle.net/10413/13425","record_label":"Repository record","record_kind":"handle","record_source":"dc:identifier.uri","access_status":null,"embargo_until":null,"access_note":null},"oai_pmh_record":{"url":"https://union.ndltd.org/oai-pmh/?verb=GetRecord&metadataPrefix=oai_dc&identifier=oai%3Aunion.ndltd.org%3Arepo%3Aukzn%3Aoai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F13425","prefix":"oai_dc"},"source_record":{"url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request?verb=GetRecord&metadataPrefix=dim&identifier=oai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F13425","prefix":"dim"},"metadata_groups":[{"id":"people","label":"People","entries":[{"key":"dc:contributor.advisor","label":"Advisor","values":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."]},{"key":"dc:creator","label":"Author","values":["Msomi, Melusi Ernest."]}]},{"id":"academic_context","label":"Academic Context","entries":[{"key":"dc:date.accessioned","label":"Dc Date Accessioned","values":["2016-10-03T09:04:28Z"]},{"key":"dc:date.available","label":"Dc Date Available","values":["2016-10-03T09:04:28Z"]},{"key":"dc:date.created","label":"Dc Date Created","values":["2015"]},{"key":"dc:date.issued","label":"Date","values":["2015"]},{"key":"dc:type","label":"Dc Type","values":["Thesis"]}]},{"id":"subjects_keywords","label":"Subjects and Keywords","entries":[{"key":"dc:subject","label":"Dc Subject","values":["Church of the Nazarites -- Hymns.","Zulu poetry -- Religious aspects.","Theses -- IsiZulu."]}]},{"id":"language_rights","label":"Language and Rights","entries":[{"key":"dc:language.iso","label":"Language (ISO)","values":["en_ZA"]}]},{"id":"identifiers","label":"Identifiers","entries":[{"key":"dc:identifier.uri","label":"Identifier URI","values":["http://hdl.handle.net/10413/13425"]}]},{"id":"additional","label":"Additional Metadata","entries":[{"key":"dc:description","label":"Description","values":["Master of Arts in IsiZulu."]},{"key":"dc:description.abstract","label":"Abstract","values":["Lona ngumsebenzi wocwaningo oluhlelwe ngokwezahluko eziyisihlanu. Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kwethulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Kulesi sahluko kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenjongo yokukhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphinde kuthulwe izinjulalwazi zocwaningo eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwe ngokuveza umklamo wocwaningo nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozilandelanisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi isahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Kubhekwa imibhalo yesiZulu ngamafuphi ngenhloso yokubheka imibhalo eyashicilelwa esikhathini esiphambili ukuthi yayikhuluma ngani imvamisa. Kuzoba khona ukufingqwa kwemibhalo okugxilwe kuyona lapha ocwaningweni. Kuzophinde kubukezwe nemibhalo esiyenziwe ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Izindlela zocwaningo kanye nenjulalwazi Isahluko sesine Lesi sahluko sizohlaziya ulwazi oluqoqiwe mayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zaseNazareth Baptist Church. Isahluko sesihlanu Isiphetho socwaningo."]},{"key":"dc:title","label":"Title","values":["Ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha."]},{"key":"others:access_status","label":"Others Access Status","values":["open.access"]}]}],"canonical_facts":{"dc:contributor.advisor":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."],"dc:creator":["Msomi, Melusi Ernest."],"dc:date.accessioned":["2016-10-03T09:04:28Z"],"dc:date.available":["2016-10-03T09:04:28Z"],"dc:date.created":["2015"],"dc:date.issued":["2015"],"dc:description":["Master of Arts in IsiZulu."],"dc:description.abstract":["Lona ngumsebenzi wocwaningo oluhlelwe ngokwezahluko eziyisihlanu. Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kwethulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Kulesi sahluko kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenjongo yokukhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphinde kuthulwe izinjulalwazi zocwaningo eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwe ngokuveza umklamo wocwaningo nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozilandelanisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi isahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha. Kubhekwa imibhalo yesiZulu ngamafuphi ngenhloso yokubheka imibhalo eyashicilelwa esikhathini esiphambili ukuthi yayikhuluma ngani imvamisa. Kuzoba khona ukufingqwa kwemibhalo okugxilwe kuyona lapha ocwaningweni. Kuzophinde kubukezwe nemibhalo esiyenziwe ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Izindlela zocwaningo kanye nenjulalwazi Isahluko sesine Lesi sahluko sizohlaziya ulwazi oluqoqiwe mayelana nobunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zaseNazareth Baptist Church. Isahluko sesihlanu Isiphetho socwaningo."],"dc:identifier.uri":["http://hdl.handle.net/10413/13425"],"dc:language.iso":["en_ZA"],"dc:subject":["Church of the Nazarites -- Hymns.","Zulu poetry -- Religious aspects.","Theses -- IsiZulu."],"dc:title":["Ubunkondlo obutholakala ezihlabelelweni zamaNazaretha."],"dc:type":["Thesis"],"others:access_status":["open.access"]},"updated_at":"2026-11-26T21:52:41Z"}