{"id":{"repo_id":"ukzn","oai_identifier":"oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/15913"},"canonical_url":"https://search.ndltd.org/etd/ukzn/oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/15913","repository":{"repo_id":"ukzn","name":"University of Kwazulu-Natal","base_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request"},"display":{"title":"Indikimba yokudingiswa ezinkondlweni zikaMazisi Kunene zesiZulu.","abstract":"Lona ngumsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwalezi zahluko eziyisikhombisa.Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nendikimba yokudingiswa etholakala ezinkondlweni zesiZulu zikaMazisi Kunene. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kuthulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Esahlukweni lesi kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni, kuchazwe amagama azobe eqavile ocwaningweni lonke. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenhloso yokhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphindwe kuthulwe izinjulalwazi eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwa ngokuveza umklamo wocwaningo kanye nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozimisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi yisahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngezinkondlo nokuthi buyini ubunkondlo. Kuzophinde kubuyekezwe nemibhalo ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Lapha kubhekwa izindlela zokuqhuba ucwaningo kanye nezinjulalwazi eziyisekelo socwaningo lonke.","abstract_html":"Lona ngumsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwalezi zahluko eziyisikhombisa.Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nendikimba yokudingiswa etholakala ezinkondlweni zesiZulu zikaMazisi Kunene. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kuthulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Esahlukweni lesi kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni, kuchazwe amagama azobe eqavile ocwaningweni lonke. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenhloso yokhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphindwe kuthulwe izinjulalwazi eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwa ngokuveza umklamo wocwaningo kanye nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozimisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi yisahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngezinkondlo nokuthi buyini ubunkondlo. Kuzophinde kubuyekezwe nemibhalo ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Lapha kubhekwa izindlela zokuqhuba ucwaningo kanye nezinjulalwazi eziyisekelo socwaningo lonke.","abstract_has_math":false,"creators":["Xaba, Melusi."],"institution":null,"degree_name":null,"degree_level":null,"degree_discipline":null,"degree_department":null,"school":null,"contributors":[],"advisors":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."],"committee_chairs":[],"committee_members":[],"year":2018,"date_issued":"2018","date_published":"2018","updated_at":"2026-11-26T14:08:07Z","subjects":["Zulu poetry.","Kunene Mazisi.","Racism.","Exile.","Freedom."],"languages":["en_ZA"],"rights":[],"rights_urls":[],"identifier_entries":[],"person_identifier_entries":[]},"links":{"outbound_url":"https://hdl.handle.net/10413/15913","outbound_label":"Handle","outbound_source":"dc:identifier.uri","record_url":"https://hdl.handle.net/10413/15913","record_label":"Repository record","record_kind":"handle","record_source":"dc:identifier.uri","access_status":null,"embargo_until":null,"access_note":null},"oai_pmh_record":{"url":"https://union.ndltd.org/oai-pmh/?verb=GetRecord&metadataPrefix=oai_dc&identifier=oai%3Aunion.ndltd.org%3Arepo%3Aukzn%3Aoai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F15913","prefix":"oai_dc"},"source_record":{"url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request?verb=GetRecord&metadataPrefix=dim&identifier=oai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F15913","prefix":"dim"},"metadata_groups":[{"id":"people","label":"People","entries":[{"key":"dc:contributor.advisor","label":"Advisor","values":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."]},{"key":"dc:creator","label":"Author","values":["Xaba, Melusi."]}]},{"id":"academic_context","label":"Academic Context","entries":[{"key":"dc:date.accessioned","label":"Dc Date Accessioned","values":["2018-12-11T12:26:00Z"]},{"key":"dc:date.available","label":"Dc Date Available","values":["2018-12-11T12:26:00Z"]},{"key":"dc:date.created","label":"Dc Date Created","values":["2018"]},{"key":"dc:date.issued","label":"Date","values":["2018"]},{"key":"dc:type","label":"Dc Type","values":["Thesis"]}]},{"id":"subjects_keywords","label":"Subjects and Keywords","entries":[{"key":"dc:subject.other","label":"Dc Subject Other","values":["Zulu poetry.","Kunene Mazisi.","Racism.","Exile.","Freedom."]}]},{"id":"language_rights","label":"Language and Rights","entries":[{"key":"dc:language.iso","label":"Language (ISO)","values":["en_ZA"]}]},{"id":"identifiers","label":"Identifiers","entries":[{"key":"dc:identifier.uri","label":"Identifier URI","values":["http://hdl.handle.net/10413/15913"]}]},{"id":"additional","label":"Additional Metadata","entries":[{"key":"dc:description","label":"Description","values":["Doctor of Philosophy in African Languages. University of KwaZulu-Natal. Pietermaritzburg, 2018."]},{"key":"dc:description.abstract","label":"Abstract","values":["Lona ngumsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwalezi zahluko eziyisikhombisa.Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nendikimba yokudingiswa etholakala ezinkondlweni zesiZulu zikaMazisi Kunene. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kuthulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Esahlukweni lesi kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni, kuchazwe amagama azobe eqavile ocwaningweni lonke. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenhloso yokhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphindwe kuthulwe izinjulalwazi eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwa ngokuveza umklamo wocwaningo kanye nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozimisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi yisahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngezinkondlo nokuthi buyini ubunkondlo. Kuzophinde kubuyekezwe nemibhalo ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Lapha kubhekwa izindlela zokuqhuba ucwaningo kanye nezinjulalwazi eziyisekelo socwaningo lonke."]},{"key":"dc:title","label":"Title","values":["Indikimba yokudingiswa ezinkondlweni zikaMazisi Kunene zesiZulu."]},{"key":"others:access_status","label":"Others Access Status","values":["open.access"]}]}],"canonical_facts":{"dc:contributor.advisor":["Sibiya, Nakanjani Goodenough."],"dc:creator":["Xaba, Melusi."],"dc:date.accessioned":["2018-12-11T12:26:00Z"],"dc:date.available":["2018-12-11T12:26:00Z"],"dc:date.created":["2018"],"dc:date.issued":["2018"],"dc:description":["Doctor of Philosophy in African Languages. University of KwaZulu-Natal. Pietermaritzburg, 2018."],"dc:description.abstract":["Lona ngumsebenzi wocwaningo ohlelwe ngokwalezi zahluko eziyisikhombisa.Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nendikimba yokudingiswa etholakala ezinkondlweni zesiZulu zikaMazisi Kunene. Isahluko sokuqala Kulesi sahluko ilapho kuthulwa khona ucwaningo ngokuthi kuchazwe isihloko socwaningo esingumgogodla wocwaningo lonke. Esahlukweni lesi kuvezwa kafushane okuzogxilwa kukhona ocwaningweni, kuchazwe amagama azobe eqavile ocwaningweni lonke. Kuvezwa izinhloso kanye nezidingo zocwaningo ngenhloso yokhanyisa umsuka wocwaningo olwenziwayo. Kubuye kubhekwe izindlela zokwenza ucwaningo ezizosetshenziswa ocwaningweni. Kuvezwa ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzokwenziwa kanjani. Kuphindwe kuthulwe izinjulalwazi eziyisisekelo socwaningo. Kugcinwa ngokuveza umklamo wocwaningo kanye nomklamo wezahluko lapho kuvezwa khona ngamafuphi ukuthi ucwaningo luzogxila kuphi nokuthi umcwaningi izahluko zocwaningo uzozimisa kanjani. Isahluko sesibili Lesi yisahluko esiyisendlalelo socwaningo lonke. Kulesi sahluko kuxoxwa kabanzi ngezinkondlo nokuthi buyini ubunkondlo. Kuzophinde kubuyekezwe nemibhalo ehlobene nesihloko socwaningo olwenziwayo. Isahluko sesithathu Lapha kubhekwa izindlela zokuqhuba ucwaningo kanye nezinjulalwazi eziyisekelo socwaningo lonke."],"dc:identifier.uri":["http://hdl.handle.net/10413/15913"],"dc:language.iso":["en_ZA"],"dc:subject.other":["Zulu poetry.","Kunene Mazisi.","Racism.","Exile.","Freedom."],"dc:title":["Indikimba yokudingiswa ezinkondlweni zikaMazisi Kunene zesiZulu."],"dc:type":["Thesis"],"others:access_status":["open.access"]},"updated_at":"2026-11-26T14:08:07Z"}