{"id":{"repo_id":"ukzn","oai_identifier":"oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/19838"},"canonical_url":"https://search.ndltd.org/etd/ukzn/oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/19838","repository":{"repo_id":"ukzn","name":"University of Kwazulu-Natal","base_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request"},"display":{"title":"Isizinda nendikimba yobugebengu emibhalweni engamanoveli : ‘Kuyoqhuma nhlamvana’, ‘Igazi lezibi’, ‘Ayikho impunga yehlathi nethi Inkinsela yaseMgungundlovu.","abstract":"Ubugebengu buyinto esihlukumezayo sonke njengomphakathi owakhele izindawo ezahlukene. Kuyenzeka busihlukumeze ngqo noma bahlukumeze labo esisondelene nabo kanti ziningi nezizathu zobugebengu. Ababhali baye bahlale imibhali eyahlukene ukufundisa kanye nokuqwashisa ngobugebengu. Lolu cwaningo luphenya ngomthelela wesizinda ebugebengwini obutholakala emanovelini anendikimba yobugebengu. Inhloso yalolu cwaningo ukuphenya kabanzi ukuthi isizinda; indawo, inkathi kanye nesimo senhlalo sinamuphi umthelela ebugebengwini obahlukene obutholakala emanovelini esiZulu amane anendikimba yobugebengu. Okunye okuhloswe yilolu cwaningo ukuhlola ukuthi ababhali bayethula kanjani indikimba yobugebegu. Lolu cwaningo luphinde luhlaziye ngokuthi yiziphi izimbangela nomphumela wobugebengu. Ucwaningo luqutshwe ngokusebenzisa indlela yokuqhuba ucwaningo ye-interpretive kanye nendlela yekhwalithethivu. Ulwazi luqoqwe emanovelini amane esiZulu anendikimba yobugebengu. Imiphumela yalolu cwaningo iveza ukuthi yinkulu indima edlalwa yisizinda ebugebengwini kodwa ngezindlela ezingafani. Lokhu kuqinisekiswe yimiphumela yokuqathaniswa kwamanoveli asetshenzisiwe kulolu cwaningo.","abstract_html":"Ubugebengu buyinto esihlukumezayo sonke njengomphakathi owakhele izindawo ezahlukene. Kuyenzeka busihlukumeze ngqo noma bahlukumeze labo esisondelene nabo kanti ziningi nezizathu zobugebengu. Ababhali baye bahlale imibhali eyahlukene ukufundisa kanye nokuqwashisa ngobugebengu. Lolu cwaningo luphenya ngomthelela wesizinda ebugebengwini obutholakala emanovelini anendikimba yobugebengu. Inhloso yalolu cwaningo ukuphenya kabanzi ukuthi isizinda; indawo, inkathi kanye nesimo senhlalo sinamuphi umthelela ebugebengwini obahlukene obutholakala emanovelini esiZulu amane anendikimba yobugebengu. Okunye okuhloswe yilolu cwaningo ukuhlola ukuthi ababhali bayethula kanjani indikimba yobugebegu. Lolu cwaningo luphinde luhlaziye ngokuthi yiziphi izimbangela nomphumela wobugebengu. Ucwaningo luqutshwe ngokusebenzisa indlela yokuqhuba ucwaningo ye-interpretive kanye nendlela yekhwalithethivu. Ulwazi luqoqwe emanovelini amane esiZulu anendikimba yobugebengu. Imiphumela yalolu cwaningo iveza ukuthi yinkulu indima edlalwa yisizinda ebugebengwini kodwa ngezindlela ezingafani. Lokhu kuqinisekiswe yimiphumela yokuqathaniswa kwamanoveli asetshenzisiwe kulolu cwaningo.","abstract_has_math":false,"creators":["Mshengu, Zinhle Mildred."],"institution":null,"degree_name":null,"degree_level":null,"degree_discipline":null,"degree_department":null,"school":null,"contributors":[],"advisors":["Ngcobo, Tholakele Ruth."],"committee_chairs":[],"committee_members":[],"year":2020,"date_issued":"2020","date_published":"2020","updated_at":"2026-11-26T21:52:41Z","subjects":["Zulu novels theme.","Zulu novels.","Inkinsela yaseMgungundlovu.","Igazi lezibi.","Ayikho impunga yehlathi.","Kuyoqhuma nhlamvana."],"languages":["other"],"rights":[],"rights_urls":[],"identifier_entries":[],"person_identifier_entries":[]},"links":{"outbound_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19838","outbound_label":"Repository record","outbound_source":"dc:identifier.uri","record_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19838","record_label":"Repository record","record_kind":"record","record_source":"dc:identifier.uri","access_status":null,"embargo_until":null,"access_note":null},"oai_pmh_record":{"url":"https://union.ndltd.org/oai-pmh/?verb=GetRecord&metadataPrefix=oai_dc&identifier=oai%3Aunion.ndltd.org%3Arepo%3Aukzn%3Aoai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F19838","prefix":"oai_dc"},"source_record":{"url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request?verb=GetRecord&metadataPrefix=dim&identifier=oai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F19838","prefix":"dim"},"metadata_groups":[{"id":"people","label":"People","entries":[{"key":"dc:contributor.advisor","label":"Advisor","values":["Ngcobo, Tholakele Ruth."]},{"key":"dc:creator","label":"Author","values":["Mshengu, Zinhle Mildred."]}]},{"id":"academic_context","label":"Academic Context","entries":[{"key":"dc:date.accessioned","label":"Dc Date Accessioned","values":["2021-10-18T15:55:06Z"]},{"key":"dc:date.available","label":"Dc Date Available","values":["2021-10-18T15:55:06Z"]},{"key":"dc:date.created","label":"Dc Date Created","values":["2020"]},{"key":"dc:date.issued","label":"Date","values":["2020"]},{"key":"dc:type","label":"Dc Type","values":["Thesis"]}]},{"id":"subjects_keywords","label":"Subjects and Keywords","entries":[{"key":"dc:subject.other","label":"Dc Subject Other","values":["Zulu novels theme.","Zulu novels.","Inkinsela yaseMgungundlovu.","Igazi lezibi.","Ayikho impunga yehlathi.","Kuyoqhuma nhlamvana."]}]},{"id":"language_rights","label":"Language and Rights","entries":[{"key":"dc:language.iso","label":"Language (ISO)","values":["other"]}]},{"id":"identifiers","label":"Identifiers","entries":[{"key":"dc:identifier.uri","label":"Identifier URI","values":["https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19838"]}]},{"id":"additional","label":"Additional Metadata","entries":[{"key":"dc:description","label":"Description","values":["Masters Degree. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg."]},{"key":"dc:description.abstract","label":"Abstract","values":["Ubugebengu buyinto esihlukumezayo sonke njengomphakathi owakhele izindawo ezahlukene. Kuyenzeka busihlukumeze ngqo noma bahlukumeze labo esisondelene nabo kanti ziningi nezizathu zobugebengu. Ababhali baye bahlale imibhali eyahlukene ukufundisa kanye nokuqwashisa ngobugebengu. Lolu cwaningo luphenya ngomthelela wesizinda ebugebengwini obutholakala emanovelini anendikimba yobugebengu. Inhloso yalolu cwaningo ukuphenya kabanzi ukuthi isizinda; indawo, inkathi kanye nesimo senhlalo sinamuphi umthelela ebugebengwini obahlukene obutholakala emanovelini esiZulu amane anendikimba yobugebengu. Okunye okuhloswe yilolu cwaningo ukuhlola ukuthi ababhali bayethula kanjani indikimba yobugebegu. Lolu cwaningo luphinde luhlaziye ngokuthi yiziphi izimbangela nomphumela wobugebengu. Ucwaningo luqutshwe ngokusebenzisa indlela yokuqhuba ucwaningo ye-interpretive kanye nendlela yekhwalithethivu. Ulwazi luqoqwe emanovelini amane esiZulu anendikimba yobugebengu. Imiphumela yalolu cwaningo iveza ukuthi yinkulu indima edlalwa yisizinda ebugebengwini kodwa ngezindlela ezingafani. Lokhu kuqinisekiswe yimiphumela yokuqathaniswa kwamanoveli asetshenzisiwe kulolu cwaningo."]},{"key":"dc:title","label":"Title","values":["Isizinda nendikimba yobugebengu emibhalweni engamanoveli : ‘Kuyoqhuma nhlamvana’, ‘Igazi lezibi’, ‘Ayikho impunga yehlathi nethi Inkinsela yaseMgungundlovu."]},{"key":"others:access_status","label":"Others Access Status","values":["open.access"]}]}],"canonical_facts":{"dc:contributor.advisor":["Ngcobo, Tholakele Ruth."],"dc:creator":["Mshengu, Zinhle Mildred."],"dc:date.accessioned":["2021-10-18T15:55:06Z"],"dc:date.available":["2021-10-18T15:55:06Z"],"dc:date.created":["2020"],"dc:date.issued":["2020"],"dc:description":["Masters Degree. University of KwaZulu-Natal, Pietermaritzburg."],"dc:description.abstract":["Ubugebengu buyinto esihlukumezayo sonke njengomphakathi owakhele izindawo ezahlukene. Kuyenzeka busihlukumeze ngqo noma bahlukumeze labo esisondelene nabo kanti ziningi nezizathu zobugebengu. Ababhali baye bahlale imibhali eyahlukene ukufundisa kanye nokuqwashisa ngobugebengu. Lolu cwaningo luphenya ngomthelela wesizinda ebugebengwini obutholakala emanovelini anendikimba yobugebengu. Inhloso yalolu cwaningo ukuphenya kabanzi ukuthi isizinda; indawo, inkathi kanye nesimo senhlalo sinamuphi umthelela ebugebengwini obahlukene obutholakala emanovelini esiZulu amane anendikimba yobugebengu. Okunye okuhloswe yilolu cwaningo ukuhlola ukuthi ababhali bayethula kanjani indikimba yobugebegu. Lolu cwaningo luphinde luhlaziye ngokuthi yiziphi izimbangela nomphumela wobugebengu. Ucwaningo luqutshwe ngokusebenzisa indlela yokuqhuba ucwaningo ye-interpretive kanye nendlela yekhwalithethivu. Ulwazi luqoqwe emanovelini amane esiZulu anendikimba yobugebengu. Imiphumela yalolu cwaningo iveza ukuthi yinkulu indima edlalwa yisizinda ebugebengwini kodwa ngezindlela ezingafani. Lokhu kuqinisekiswe yimiphumela yokuqathaniswa kwamanoveli asetshenzisiwe kulolu cwaningo."],"dc:identifier.uri":["https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19838"],"dc:language.iso":["other"],"dc:subject.other":["Zulu novels theme.","Zulu novels.","Inkinsela yaseMgungundlovu.","Igazi lezibi.","Ayikho impunga yehlathi.","Kuyoqhuma nhlamvana."],"dc:title":["Isizinda nendikimba yobugebengu emibhalweni engamanoveli : ‘Kuyoqhuma nhlamvana’, ‘Igazi lezibi’, ‘Ayikho impunga yehlathi nethi Inkinsela yaseMgungundlovu."],"dc:type":["Thesis"],"others:access_status":["open.access"]},"updated_at":"2026-11-26T21:52:41Z"}