{"id":{"repo_id":"ukzn","oai_identifier":"oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/19839"},"canonical_url":"https://search.ndltd.org/etd/ukzn/oai:researchspace.ukzn.ac.za:10413/19839","repository":{"repo_id":"ukzn","name":"University of Kwazulu-Natal","base_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request"},"display":{"title":"Ukuhlaziywa kokufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-de Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka.","abstract":"Umkhakha wokwenziwa kwezichazamazwi ezifaka izilimi zabomdabu usemusha e-Afrika, naseNingizimu Afrika, noma bezenziwa eminyakeni edlule kodwa bekungalandelwa kakhulu injulalwazi yokwenziwa kwezichazamazwi ekhuluma ngokusebenziseka kalula kanye nokufezwa kwezidingo zabasebenzisi bezichazamazwi. Lokhu kusho ukuthi isichazamazwi kumele sibe ngesifeza izidingo zabasebenzisi abahlonziwe, siphendule yonke imibuzo abasebenzisi abahlonziwe abangase babe nayo okugcina kumele lonke ulwazi oludingwa ngabasebenzisi abahlonziwe lutholakale kalula. Lolu cwaningo luhlaziya ukufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-De Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka. Inhloso yalokhu ukuthola ukuthi isichazamazwi esilulimimbili sika-De Schryver (2015) siyaphumelela yini ukuhlinzeka abasebenzisi ngolwazi oluzothuthukisa ukukhulunywa ngempumelelo kwezilimi okufakwe ngazo amalema, ukuhlaziya ngokunzulu ukuthi njengoba lesi sichazamazwi singesilulimimbili siyayifeza noma siyahlangabezana yini nenjulalwazi yokusebenziseka nezidingo zabasebenzisi uma kufakwa amalema angomqondofana nangomqondophika. Kanye nokuzama ukuqonda kabanzi umsebenzi nezinhlosongqangi zokwakhiwa kwesichazamazwi esilulimimbili esifaka amalema ngolimi lwesiZulu nolwesiNgisi.","abstract_html":"Umkhakha wokwenziwa kwezichazamazwi ezifaka izilimi zabomdabu usemusha e-Afrika, naseNingizimu Afrika, noma bezenziwa eminyakeni edlule kodwa bekungalandelwa kakhulu injulalwazi yokwenziwa kwezichazamazwi ekhuluma ngokusebenziseka kalula kanye nokufezwa kwezidingo zabasebenzisi bezichazamazwi. Lokhu kusho ukuthi isichazamazwi kumele sibe ngesifeza izidingo zabasebenzisi abahlonziwe, siphendule yonke imibuzo abasebenzisi abahlonziwe abangase babe nayo okugcina kumele lonke ulwazi oludingwa ngabasebenzisi abahlonziwe lutholakale kalula. Lolu cwaningo luhlaziya ukufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-De Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka. Inhloso yalokhu ukuthola ukuthi isichazamazwi esilulimimbili sika-De Schryver (2015) siyaphumelela yini ukuhlinzeka abasebenzisi ngolwazi oluzothuthukisa ukukhulunywa ngempumelelo kwezilimi okufakwe ngazo amalema, ukuhlaziya ngokunzulu ukuthi njengoba lesi sichazamazwi singesilulimimbili siyayifeza noma siyahlangabezana yini nenjulalwazi yokusebenziseka nezidingo zabasebenzisi uma kufakwa amalema angomqondofana nangomqondophika. Kanye nokuzama ukuqonda kabanzi umsebenzi nezinhlosongqangi zokwakhiwa kwesichazamazwi esilulimimbili esifaka amalema ngolimi lwesiZulu nolwesiNgisi.","abstract_has_math":false,"creators":["Jauza, Mawethu Lawrence."],"institution":null,"degree_name":null,"degree_level":null,"degree_discipline":null,"degree_department":null,"school":null,"contributors":[],"advisors":["Mazibuko, Gugulethu Brightness."],"committee_chairs":[],"committee_members":[],"year":2020,"date_issued":"2020","date_published":"2020","updated_at":"2026-11-26T17:29:32Z","subjects":["Amalema amqondofana.","Ukusebenziseka.","Injulalwazi.","Amalema amqondophika."],"languages":["other"],"rights":[],"rights_urls":[],"identifier_entries":[],"person_identifier_entries":[]},"links":{"outbound_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19839","outbound_label":"Repository record","outbound_source":"dc:identifier.uri","record_url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19839","record_label":"Repository record","record_kind":"record","record_source":"dc:identifier.uri","access_status":null,"embargo_until":null,"access_note":null},"oai_pmh_record":{"url":"https://union.ndltd.org/oai-pmh/?verb=GetRecord&metadataPrefix=oai_dc&identifier=oai%3Aunion.ndltd.org%3Arepo%3Aukzn%3Aoai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F19839","prefix":"oai_dc"},"source_record":{"url":"https://researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request?verb=GetRecord&metadataPrefix=dim&identifier=oai%3Aresearchspace.ukzn.ac.za%3A10413%2F19839","prefix":"dim"},"metadata_groups":[{"id":"people","label":"People","entries":[{"key":"dc:contributor.advisor","label":"Advisor","values":["Mazibuko, Gugulethu Brightness."]},{"key":"dc:creator","label":"Author","values":["Jauza, Mawethu Lawrence."]}]},{"id":"academic_context","label":"Academic Context","entries":[{"key":"dc:date.accessioned","label":"Dc Date Accessioned","values":["2021-10-18T15:55:58Z"]},{"key":"dc:date.available","label":"Dc Date Available","values":["2021-10-18T15:55:58Z"]},{"key":"dc:date.created","label":"Dc Date Created","values":["2020"]},{"key":"dc:date.issued","label":"Date","values":["2020"]},{"key":"dc:type","label":"Dc Type","values":["Thesis"]}]},{"id":"subjects_keywords","label":"Subjects and Keywords","entries":[{"key":"dc:subject.other","label":"Dc Subject Other","values":["Amalema amqondofana.","Ukusebenziseka.","Injulalwazi.","Amalema amqondophika."]}]},{"id":"language_rights","label":"Language and Rights","entries":[{"key":"dc:language.iso","label":"Language (ISO)","values":["other"]}]},{"id":"identifiers","label":"Identifiers","entries":[{"key":"dc:identifier.uri","label":"Identifier URI","values":["https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19839"]}]},{"id":"additional","label":"Additional Metadata","entries":[{"key":"dc:description","label":"Description","values":["Masters Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban."]},{"key":"dc:description.abstract","label":"Abstract","values":["Umkhakha wokwenziwa kwezichazamazwi ezifaka izilimi zabomdabu usemusha e-Afrika, naseNingizimu Afrika, noma bezenziwa eminyakeni edlule kodwa bekungalandelwa kakhulu injulalwazi yokwenziwa kwezichazamazwi ekhuluma ngokusebenziseka kalula kanye nokufezwa kwezidingo zabasebenzisi bezichazamazwi. Lokhu kusho ukuthi isichazamazwi kumele sibe ngesifeza izidingo zabasebenzisi abahlonziwe, siphendule yonke imibuzo abasebenzisi abahlonziwe abangase babe nayo okugcina kumele lonke ulwazi oludingwa ngabasebenzisi abahlonziwe lutholakale kalula. Lolu cwaningo luhlaziya ukufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-De Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka. Inhloso yalokhu ukuthola ukuthi isichazamazwi esilulimimbili sika-De Schryver (2015) siyaphumelela yini ukuhlinzeka abasebenzisi ngolwazi oluzothuthukisa ukukhulunywa ngempumelelo kwezilimi okufakwe ngazo amalema, ukuhlaziya ngokunzulu ukuthi njengoba lesi sichazamazwi singesilulimimbili siyayifeza noma siyahlangabezana yini nenjulalwazi yokusebenziseka nezidingo zabasebenzisi uma kufakwa amalema angomqondofana nangomqondophika. Kanye nokuzama ukuqonda kabanzi umsebenzi nezinhlosongqangi zokwakhiwa kwesichazamazwi esilulimimbili esifaka amalema ngolimi lwesiZulu nolwesiNgisi."]},{"key":"dc:title","label":"Title","values":["Ukuhlaziywa kokufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-de Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka."]},{"key":"others:access_status","label":"Others Access Status","values":["open.access"]}]}],"canonical_facts":{"dc:contributor.advisor":["Mazibuko, Gugulethu Brightness."],"dc:creator":["Jauza, Mawethu Lawrence."],"dc:date.accessioned":["2021-10-18T15:55:58Z"],"dc:date.available":["2021-10-18T15:55:58Z"],"dc:date.created":["2020"],"dc:date.issued":["2020"],"dc:description":["Masters Degree. University of KwaZulu-Natal, Durban."],"dc:description.abstract":["Umkhakha wokwenziwa kwezichazamazwi ezifaka izilimi zabomdabu usemusha e-Afrika, naseNingizimu Afrika, noma bezenziwa eminyakeni edlule kodwa bekungalandelwa kakhulu injulalwazi yokwenziwa kwezichazamazwi ekhuluma ngokusebenziseka kalula kanye nokufezwa kwezidingo zabasebenzisi bezichazamazwi. Lokhu kusho ukuthi isichazamazwi kumele sibe ngesifeza izidingo zabasebenzisi abahlonziwe, siphendule yonke imibuzo abasebenzisi abahlonziwe abangase babe nayo okugcina kumele lonke ulwazi oludingwa ngabasebenzisi abahlonziwe lutholakale kalula. Lolu cwaningo luhlaziya ukufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-De Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka. Inhloso yalokhu ukuthola ukuthi isichazamazwi esilulimimbili sika-De Schryver (2015) siyaphumelela yini ukuhlinzeka abasebenzisi ngolwazi oluzothuthukisa ukukhulunywa ngempumelelo kwezilimi okufakwe ngazo amalema, ukuhlaziya ngokunzulu ukuthi njengoba lesi sichazamazwi singesilulimimbili siyayifeza noma siyahlangabezana yini nenjulalwazi yokusebenziseka nezidingo zabasebenzisi uma kufakwa amalema angomqondofana nangomqondophika. Kanye nokuzama ukuqonda kabanzi umsebenzi nezinhlosongqangi zokwakhiwa kwesichazamazwi esilulimimbili esifaka amalema ngolimi lwesiZulu nolwesiNgisi."],"dc:identifier.uri":["https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/19839"],"dc:language.iso":["other"],"dc:subject.other":["Amalema amqondofana.","Ukusebenziseka.","Injulalwazi.","Amalema amqondophika."],"dc:title":["Ukuhlaziywa kokufakwa kwamalema angomqondofana nangomqondophika esichazamazwini esilulimimbili sika-de Schryver (2015) ngeso lenjulalwazi yokusebenziseka."],"dc:type":["Thesis"],"others:access_status":["open.access"]},"updated_at":"2026-11-26T17:29:32Z"}