1 |
Stakeholder instrument to complement the components of integrated reports for value creation, acountability and transparencyChabuda, Ngoni Dzashe 06 1900 (has links)
Abstracts in English, Zulu and Afrikaans / The stakeholder instrument (SI) is a conceptual framework developed to complement integrated reports for value creation, transparency and accountability. It is a tool developed specifically for stakeholders to have an understanding of the integrated reports and assist them in making informed decisions. Currently, integrated reports fail to provide meaningful insights into organisations’ performance and its strategy focus, thus making it difficult for stakeholders to understand the contents of the integrated reports. The research illuminated pertinent variables synonymous with value creation.
The study involved analysis of data from 42 companies trading on the Johannesburg Stock Exchange and administration of 80 questionnaires on randomly selected respondents. Significant and positive correlations between value creation and the attributes namely integrated reports; corporate governance and financial measures were established.
Contributions: The results of the empirical study provide significant perceptions into the process of stakeholder value creation. The study established the significance of complementing the integrated reports in creating stakeholder value. The study, further, authenticated the stakeholder instrument as a distinct antecedent of value creation. The study further illuminated the attributes that matter to the stakeholders and assist with effective decision-making and value creation. / Ithuluzi lababambiqhaza wuhlaka olwenzelwe ukweseka nokuthasisela phezu kwemibiko edidiyelwe ukuze kuthuthukiswe ukuhlomula nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza (value creation), ukusebenza ngokusobala kanye nokuphendula. Leli yithuluzi elenzelwe ukuqinisekisa ukuthi ababambiqhaza bayayiqonda imibiko edidiyelwe (integrated reports) futhi libalekelele ukuthi bathathe izinqumo eziphusile emva kokuhlonyiswa ngalo lonke ulwazi olungaba wusizo kubona. Njengamanje, imibiko edidiyelwe iyahluleka ukuhlinzeka ngolwazi olubonisa ukuqonda okujulile ukusebenza kwezinhlangano kanye namaqhingasu ezigxile kuwona izinhlangano, futhi-ke lokho kwenza kube nzima kubabambiqhaza ukuqonda ulwazi oluqukethwe yimibiko edidiyelwe. Ucwaningo lwahlonza ama-variable afanelekile ahlobene kakhulu nokuhlomula nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza.
Ucwaningo lwabandakanya ukuhlaziywa kwedatha eyaqoqwa ezinkampanini ezingama-42 ezihweba ku-Johannesburg Stock Exchange futhi kwakhishwa amaphepha-mibuzo angama-80 anikezwa ababambiqhaza abaqokwa ngaphandle kokulandela indlela ethile ehlelekile (randomly), ukuze bawaphendule. Ucwaningo lwaveza ukuba khona kobudlelwano obunohlonze phakathi kokuhlomula nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza kanye nezicibunjalo zenkampani, okusho, imibiko edidiyelwe, ukuphathwa nokulawulwa kahle kwenkampani kanye nezinyathelo eziphathelene nezimali.
Ulwazi olusemqoka olwakhiqizwa wucwaningo: Imiphumela yocwaningo oluphathekayo futhi olusekelwe phezu kwezinto ezibonakalayo (empirical study) ihlinzeka ngolwazi olunohlonze oluzolekelela ekuqondeni inqubo yokuhlonyuliswa nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza. Ucwaningo lwabonisa ukubaluleka kokweseka kanye nokuthasisela phezu kwemibiko edidiyelwe enqubweni yokuhlonyuliswa nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza. Ithuluzi lababambiqhaza laqinisekiswa futhi njengethuluzi elicacile eliwusizo olukhulu ekuhlonzweni kobudlelwano obuphathelene nokuhlonyuliswa nokubhekelelwa kahle kwababambiqhaza. Futhi ngaphezu kwalokho ucwaningo lwahlonza izicibunjalo ezibonwa ngababambiqhaza njengezibalulekile futhi ezilekelelayo ekuthathweni kwezinqumo ngobunyoninco kanye nasekuhlonyulisweni nokubhekelelwa kwababambiqhaza ngendlela efanele. / Die belanghebberinstrument is 'n konseptuele raamwerk wat ontwikkel is om geïntegreerde verslae vir waardeskepping, deursigtigheid en aanspreeklikheid te komplementeer. Dit is 'n instrument wat spesifiek ontwikkel is sodat belanghebbers die geïntegreerde verslae kan verstaan en om hulle te help om ingeligte besluite te maak. Tans bied geïntegreerde verslae nie betekenisvolle insig in organisasies se prestasie en hulle strategiefokus nie wat dit dus moeilik maak vir belanghebbers om die inhoud van geïntegreerde verslae te verstaan. Die navorsing identifiseer toepaslike veranderlikes wat sinoniem is met waardeskepping.
Die studie het ontleding behels van die data van 42 maatskappye wat op die Johannesburg Aandelebeurs sake doen en die administrasie van 80 vraelyste aan respondente wat ewekansig geselekteer is. Beduidende en positiewe korrelasies tussen waardeskepping en die attribute, naamlik geïntegreerde verslae, korporatiewe beheer en finansiële maatstawwe, is geskep.
Bydraes: Die resultate van die empiriese studie verskaf beduidende persepsies van die proses van belanghebberwaardeskepping. Die studie het die belang van die geïntegreerde verslae om belanghebberwaarde te skep, daargestel. Die egtheid van die belanghebberinstrument is ook as 'n kennelike antesedent van waardeskepping bewys. Die studie het ook die attribute geïdentifiseer wat vir belanghebbers saak maak en wat help met effektiewe besluitneming en waardeskepping. / Graduate School of Business Leadership / D.B.L.
|
Page generated in 0.0132 seconds