• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 1
  • Tagged with
  • 1
  • 1
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Ucwaningo olunzulu ngokuqanjwa kwabalingiswa nezindawo kanye nemithelela yakho emibhalweni yesiZulu

Hadebe, Zandile Priscilla. January 2002 (has links)
Submitted in partial fullfilment for the requirements of the degree of Doctor of Philosophy in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2002. / Ngalolu cwaningo kuhloswe ukweneka obala ukuqanjwa kwabalingiswa nezindawo nemithelela yakho emibhalweni yesiZulu. Isahluko sokuqala siveza ubumqoka bocwaningo kanye nomklamo wocwaningo. Isahluko sesibili siveza izincazelo zamagama abalingiswa ezahlukene, ukuqamba amagama, okubhaliwe ngocwaningo, imihlahlandlela (theories) ngokuqanjwa kwamagama, amagama aqanjwa esuselwa kuphi? Kanye nokubaluleka kwamagama Isahluko sesithathu sigxile kakhulu ekuqanjweni kwamagama ngokwenkathi: inkathi yasendulo, inkathi emaphakathi kanye nenkathi yamanje. Isahluko sesine siveza ukuqanjwa kwamagama ngokwendawo: indawo yasemakhaya, indawo yasedolobheni kanye nendawo exubile. Isahluko sesihlanu siqukethe isihlaziyo, iqoqa kanye nesiphetho..

Page generated in 0.1107 seconds