• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 1
  • 1
  • Tagged with
  • 2
  • 2
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Iqhaza lemizila ekudleni nasemithini yomdabu kubhekiswe kakhulu esizweni samaZulu

Dlamini, Buyisiwe P. January 2004 (has links)
A thesis submitted in fulfillment of the requirements of the degree of Doctor of phisophy in the Faculty of Arts, in the Department of IsiZulu naMagugu at the University of Zululand, 2004. / Lolu cwaningo luwumzamo wokuphonsa itshe esivivaneni sokushicilelwa nokulondolozwa kwalokho okungamagugu esizwe. Isizwe esingalondolozi amagugu nefa laso sinjengomuntu ovunule akangapheleia. Iqhaza lezimila emithini nasekudleni komdabu kumaZuiu kuyinto ebalulekile neyigugu. Kumele kubhekwe ngamehlo abanzi ukuze nezizukulwane ezizayo zilithole lela gugu zilisebenzise, kusimame isizwe. Uma isizwe sesibizwa ngesithuthukile leso sizwe sisuke kokuningi sikwazi ukuziphilisa ngalokho okuyifa namagugu aso. Izimila zingelinye lamafa amaZulu ngoba ngaphandle kokudla okuyisidingongqangi, nokwelapha kubalulekile. Kulezi zinsuku zanamuhia kubhoke indlala nezifo ezingomashayabhuqe, abantu bakhathazekile isizwe siyaphela. Inselelo le ebhekene nesizwe okumele siyihlangabeze ngolwazi nangesibindi. Bekungamele siqaiaze kude kodwa bekufanele sibheke esinakho sisebenzise khoaa kuxazululeke inkinga esikhungethe. Umcwaningi ubona sengathi iqhaza lezimila ekudleni nasemithini yomdabu lithanda ukushabalala. Impucuko yaseNtshonalanga yenza abantu abaningi babone sengathi ukudla komdabu kuyinto ephansi futhi kungukudla okungenamsoco. Umsoco bekucatshangwa ukuthi utholakala ekudleni kwesilungu kuphela. Iqhaza lezimila emithini yomdabu nalo futhi belibukelwa phansi. Bekubonakala sengathi imithi yesilungu yodwa engasetshenziswa ukwelapha abantu kulezi zinsuku, ngoba mhlawumbe kube nomuntu mumbe ongenalwazi ngemithi yesintu. Ukudla okunomsoco kugcina umuntu ephilile enamandla. Ukudla ukudla okungenamsoco kudala isizwe esingondlekile nesintekenteke. Uma kubhekwa lezi zimila zomdabu kubonakala kusuka izizwe phesheya kwezilwandle zizokwenza ucwaningo lapha kwaZulu-Natali zibuyele emuva ziyokwenza amaphilisi nemithi ngazo lezi zimila zethu. Lokho kufakazela iqiniso lokuthi, sicebile, sinefa, okumele siligcine silisebenzise ngokuyikho ukuxazulula tzinkinga esinazo njengesizwe samaZuIu. Ucwaningo luyindlela yokufika ekuxazululweni kwezinkinga ezisikhungethe. Inhlosongqangi yalolu cwaningo bekuwukucwaninga ngeqhaza lezimila ekudleni nasemithini yomdabu esizweni samaZulu. Inhloso exhanteleyo yona kuwukucwaninga ukuthi lungakanani ulwazi ngeqhaza lezimila ekudleni nasemithini yomdabu yesizwe samaZulu kotbisha abachibiyela izifundo zabo zokufundisa. Kusetshenziswe uhlelo nohiu lwemibuzo ukufeza ie nhloso. Kube sekubhekwa nalokho osekuke kwabhalwa ngeqhaza lezimila ekudleni nasemithini yomdabu. Kucwaningwe ngezimila ezinhlobonhlobo, ezidliwayo, ezinobuthi nalezo ezeiaphayo. Imfuyo nayo ayisalanga ngaphandle, kubukwe izhnila ezelapha imfuyo kanye nalezo eziyingozi emfuyweni. Imiphumela etholakele ibe isihlaziywa kwenziwa izincomo, kwaba isiphetho emva kwalokho.
2

Потенциал региона Овернь-Рона-Альпы на российском туристском рынке : магистерская диссертация / The Auvergne‐Rhône‐Alpes regional touristic potential on the Russian travel market

Юдашкина, К. В., Udashkina, K. V. January 2017 (has links)
Данная работа представляет собой творческую попытку студентки ответить на вопрос, почему регион, ресурсы которого разнообразны и богаты, достаточно узко представлен себя на российском туристском рынке? Существует ли возможность расширить продукт, который сегодня реализуют российские туроператоры? Кристина Юдашкина, побывав в регионе, смогла сделать вывод о том, что его туристский потенциал велик, однако российский выездной турист чаще представляет Овернь-Рона-Альпы как центр горнолыжного туризма. Эти противоречия и стали своеобразной базой для развития исследования студентки. В результате своей работы студентка вышла на продукт, который, с её точки зрения, готов к выходу на российский рынок выездного туризма, отвечает потребностям туристов и пока не реализуется российскими туристскими операторами. Тем не менее, расширение продуктовой линейки позволит операторам привлечь внимание как постоянных клиентов к новому продукту, так и освоить новые потребительские сегменты. / This work is a creative attempt of the student to answer the question why the region, whose resources are so diverse and rich, is rather narrowly represented in the Russian tourist market? Is there an opportunity to expand the product, which is now being implemented by Russian tour operators? Kristina Yudashkina, having visited the region, was able to conclude that his tourist potential is great, but the Russian outbound tourist often represents Auvergne-Rhone-Alpes as a center for ski tourism. These contradictions have become a kind of base for the development of student research. As a result of her work, the student came up with the products that, from her point of view, are ready to enter the russian market of outbound tourism, meet the needs of tourists and is not yet implemented by russian tourist operators. Nevertheless, the expansion of the product line will allow operators to attract the attention of both regular customers to the new product, and to master new consumer segments.

Page generated in 0.0269 seconds