Spelling suggestions: "subject:"ukuziphatha kwabathengi"" "subject:"ukuziphatha lwabathengi""
1 |
A framework for determining the adoption of new services in the South African mobile telecommunications marketSmith, Neil Wesley 02 1900 (has links)
Abstract in English, Afrikaans and Zulu / The aim of this study was to determine the key factors which explain the adoption of mobile data services in South Africa and incorporate them into an explanatory framework that can be used to indicate whether a new mobile data service that is introduced into the South African Mobile Market will be successful. Additionally, it shows that the current usage of mobile data services in South Africa supports the framework.
The research used a design based on a mixed methods methodology. The research was conducted using a literature survey and two research phases. The literature survey was an extensive review of communication technology adoption frameworks and all the possible factors of adoption. This literature survey was also used to develop the discussion document which was used as the guidelines for the Phase 1 interviews. The interviews were with experts in the telecommunications market in South Africa and were used to determine the key drivers of adoption and possible moderating factors of mobile data services. From those interviews a preliminary model was proposed. Phase 2 was a market survey which tested the framework and moderating factors in different metropolitan areas as well as examined the current usage of mobile data services.
The statistical analysis used in determining the framework incorporated Descriptive Statistics, Factor Analysis, using Principal Axis Factoring, and Structural Equation Modelling. The framework, which was based on the Technology Acceptance Model, introduced two new constructs. The first new construct was the Mobile Service Providers Marketing Tactics and the second was Social Pressure and Aspirational Value. The two constructs combined can be used to explain why mobile service providers with low cost strategies are not successful.
Demographic factors such as Age were found to influence the adoption as well as Socio-economic factors such as Income. Personal factors such as Technical Knowledge, Ability and Skills and Attitude towards Technology were also found to influence adoption. Geographical location was found to be the most important moderating factor.
The current mobile data usage supported the framework. The results of data usage highlighted the fact that nearly 50% of the study’s participants spent over 4 hours per day interacting with their mobile devices and that the participants from Gauteng spent more than 2½ times on mobile services than those in the other metropolitan municipalities of Cape Town and eThekwini / Die doel van hierdie studie was om die sleutelfaktore te bepaal wat die aanneming van selfoondatadienste in Suid-Afrika verklaar, en hulle te verenig in ʼn raamwerk waarmee aangetoon kan word of ʼn nuwe selfoondatadiens die Suid-Afrikaanse selfoondatamark suksesvol sal betree. Afgesien hiervan dui hierdie studie aan dat die huidige gebruik van selfoondatadienste in Suid-Afrika die geldigheid van die voorgestelde raamwerk bevestig.
ʼn Mengsel van metodes is in die navorsing toegepas. Die navorsing het uit ʼn literatuuroorsig en twee navorsingsfases bestaan. Die literatuuroorsig het ʼn deurtastende oorsig van die raamwerke vir die aanneming van kommunikasietegnologie en alle moontlike faktore daarvoor behels. Uit die literatuuroorsig is die besprekingsdokument saamgestel wat as riglyn gedien het vir die onderhoude in fase 1 van die navorsing. Onderhoude is met kundiges uit die Suid-Afrikaanse telekommunikasiebedryf gevoer om die belangrikste dryfvere vir aanneming en moontlike remfaktore ten opsigte van selfoondatadienste te bepaal. ʼn Voorlopige model is op grond van die onderhoude aangebied. Fase 2 het ʼn markopname behels waarin die raamwerk en remfaktore in verskeie metropolitaanse gebiede getoets en die huidige gebruik van selfoondatadienste ondersoek is.
Die statistiese analise waarop die raamwerk berus, het bestaan uit beskrywende statistiek, faktorontleding met behulp van hoofasfaktorering, en struktuurvergelykingsmodellering. Twee nuwe konstrukte het uit die raamwerk wat op die tegnologieaanvaardingsmodel gegrond was, gespruit. Die eerste was selfoondiensverskaffers se bemarkingstrategieë en die tweede sosiale druk en aspirerende waarde. Saam verklaar die twee konstrukte waarom selfoondiensverskaffers wat laekostestrategieë volg, misluk.
Daar is bevind dat demografiese faktore soos ouderdom, en sosiaal-ekonomiese faktore soos inkomste, aanneming beïnvloed. Volgens die bevindings word aanneming eweneens bepaal deur persoonlike faktore soos tegniese kennis, vermoë en vaardighede asook houding jeens tegnologie. Daar is bevind dat geografiese ligging die belangrikste remfaktor is.
Die huidige selfoondatagebruik bevestig die geldigheid van die raamwerk. Die uitslag van datagebruik benadruk die feit dat byna 50% van die deelnemers aan die studie langer as vier uur per dag met hulle selfone doenig is, en dat deelnemers in Gauteng twee en half keer meer as deelnemers in die metropolitaanse munisipaliteite van Kaapstad en eThekwini aan selfoondienste bestee. / Inhloso yalolu cwaningo bekuwukuthola izinto ezibalulekile ezichaza ukwamukelwa kwezinsiza zamadatha amaselula eNingizimu Afrika nokuzifaka ohlakeni oluchazayo olungasetshenziswa ukukhombisa ukuthi ngabe insiza entsha yedatha ethulwe emakethe yamaselula eNingizimu Afrika izophumelela. Ngaphezu kwalokho, kukhombisa ukuthi ukusetshenziswa kwamanje kwezinsiza zedatha yamaselula eNingizimu Afrika kuyalusekela uhlaka.
Ucwaningo lusebenzise umklamu osuselwe ezindleleni zokwenza ezixubile. Ucwaningo lwenziwe kusetshenziswa ucwaningo lwezincwadi kanye nezigaba ezimbili zocwaningo. Ucwaningo lwezincwadi belungukubuyekezwa okubanzi kokwamukela kwenzinhlaka zobuchwepheshe kwezokuxhumana kanye nazo zonke izici ezingenzeka ukuthi zamukelwe. Lolu cwaningo lwezincwadi lusetshenzisiwe futhi ukuthuthukisa umqulu wezingxoxo osetshenziswe njengezinkombandlela zokuxoxisana nabantu besigaba 1. Izingxoxo ebezinazo bezingochwepheshe emakethe yezokuxhumana eNingizimu Afrika futhi zasetshenziselwa ukuthola izidingongqangi zokwamukelwa kanye nezici zokulingisanisa kwezinsiza zamadatha amaselula. Kulezo zingxoxo, kuphakanyiswe isifaniselo sokuqala. Isigaba 2 bekungukucwaningo lwezimakethe oluhlola uhlaka kanye nezici zokulinganisa ezindaweni ezahlukahlukene zedolobha kanye nokuhlola ukusetshenziswa kwamanje kwezinsiza zedatha yamaselula.
Ukuhlaziywa kwezibalo okusetshenzisiwe ekunqumeni uhlaka lufake izibalo ezichazayo, ukuhlaziya izakhi, kusetshenziswa izisekelo eziyinhloko zokuphamba, kanye nesifaniselo sokulinganisa esihlelekile. Uhlaka, olwalususelwa kusifaniselo sokwamukela ubuchwepheshe, lwethule izakhiwo ezimbili ezintsha. Isakhiwo esisha sokuqala kwakungamacebo wokukhangisa wabahlinzeki bezinsiza zamaselula futhi owesibili kwakuyingcindezi yomphakathi nenani lesifiso. Lezi zakhiwo zombili ezihlanganisiwe zingasetshenziswa ukuchaza ukuthi kungani abahlinzeki bezinsizakalo zamaselula abanamasu ezindleko eziphansi bengaphumeleli. Izici ezithinta abantu ezinjengobudala zitholakele ukuthonya ukwamukelwa kanye nezici zezomnotho nezenhlalo ezifana nomholo. Izici ezithinta umuntu ngqo ezifana nolwazi lwezobuchwepheshe, ukwazi ukwenza kanye namakhono, nesimo sengqondo maqondana nezobuchwepheshe zatholakala zithonya ukwamukelwa. Indawo yendawo yatholakala njengesici sokulinganisa esibaluleke kakhulu.
Ukusetshenziswa kwedatha yeselula yamanje kusekele uhlaka. Imiphumela yokusetshenziswa kwedatha igcizelele iqiniso lokuthi bacishe babe ngama-50% ababambe iqhaza kulolu cwaningo bachithe isikhathi esingaphezu kwamahora amane ngosuku bexhumana nemishini yabo yamaselula nokuthi ababambiqhaza abavela eGauteng bachithe izikhathi ezingaphezu kwezingu-2½ kuzinsiza zamaselula kunalabo bakwamanye amadolobha amakhulu aseKapa naseThekwini. / Business Management / D.B.L.
|
Page generated in 0.0723 seconds