• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 1
  • Tagged with
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Ucwaningo olunzulu ngombono wenkosi uMuntongenakudla Mkhwanazi ngokuhlatshwa kwesoyi lakwaNgqondonkulu "Ungoye" KwaDlangezwa

Mbuli, Thulani John January 2004 (has links)
A thesis submitted in partial fulfillment of the requirements for the degree of Master of Arts in the Department of Isizulu naMagugu at the Univeristy of Zululand, 2004. / Lolu cwaningo lwethula inqikithi yomlando ngombono weNkosi uMuntongenakudla Mkhwanazi ngokuhlatshwa kwesoyi lakwaNgqondonkulu "uNgoye" kwaDlangezwa. Uhlaka lwezahluko zalolu cwaningo zimi kanje: Isahluko sokuqala siqukethe isethulo socwaningo. Isahluko sesibili siqukethe umlando ngobukhosi bakwaZulu kanye nobukhosi bakwaMkhwanazi. Isahluko sesithathu siqukethe umlando , imvelaphi kanye nokudlondlobala kwalesi Sikhungo. Kubhekwa eminyakeni engamashumi amane nantathu sasungulwa. Isahluko sesine siqukethe umlando ngokudlondlobala negalelo eselibekwe yilesi Sikhungo emikhakheni ehlukene yempilo : • Inani labafundi abafunde kulesi Sikhungo kubhekwa unyaka nonyaka • Inani labafundi abafunde oPhikweni IwaseMlazi kusuka eminyakeni elishumi uPhiko luqale ukusebenza . • Inani labafundi abagogode oPhikweni. Isahluko sesihlanu siqukethe umlando ngalaba abalandelayo : • Uhla loSokhaya kanye noMgwamanda WeSikhungo , • Uhla IwabaPhathi kanye namaPhini , • IziNhloko Zemikhakha ehlukehlukene esezike zaphatha ngokulandelana, • Uhla IweziNhloko ZemiNyango ehlukehlukene I Isahluko sesithupha uhlaziyo locwaningo I izincomo nesiphetho.

Page generated in 0.0962 seconds