• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 74
  • 31
  • 8
  • 7
  • 3
  • 3
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • Tagged with
  • 253
  • 253
  • 133
  • 124
  • 75
  • 74
  • 67
  • 65
  • 59
  • 55
  • 48
  • 44
  • 32
  • 32
  • 32
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Ukuvezwa komlando nesiko endabeni ka C.T. Msimang ethi "Buzani kuMkabayi"

Biyela, Nestar Fikile January 2001 (has links)
Submitted in partial fulfilment of the requirements for the Degree Master of Arts in the Department of African Languages in the Faculty of Arts at the University of Zululand, South Africa, 2001. / Lolu cwaningo lucubungula ukuvezwa kwesiko kanye nomlando endabeni elotshwe ngu- Msimang C.T. esihloko sayo sithi "Buzani KuMkabayi". Esahlukweni sokuqala kwethulwa intshisekelo yalolu cwaningo. Kuvela ukuthi izindaba yizona ezingumgogodla wesizwe, yizona eziyisilulu noma inqolobane equkethe amagugu esizwe. Yiwo lawa magugu ayohlala njalo edingwa yizizukulwane ngezizukulwane zikaPhunga noMageba. Kuso lesi sahluko kuvezwa inhloso yalolu cwaningo. Kuhlaluka ukuthi lolu cwaningo luhlose ukuhlola izinhlobo ezimbili zesiko, amasiko amnandi emukelekayo emphakathini kanye nalawo abuhlungu angemukeleki kahle emphakathini. Amasiko ahlolwayo atonyulwa endabeni ecutshungulwayo. Isahluko sesibili siqondene ngqo nokuvezwa komlando endabeni ecutshungulwayo, kwazise ukuthi le ndaba iqukethe imilando enhlobonhlobo. Isakhiwo jikelele sendaba kusukela esihlokweni sendaba, isingeniso, indikimba kugcine esiphethweni sendaba konke kusethulela imilando enhlobonhlobo. Yiyo kanye lemilando ebaluleke kakhulu nokumele ukuthi isizukulwane sonke sikaMalandela siyazi siyiqondisise. Isahluko sesithathu sihlola amasu kanye namangwevu asetshenziswa nguMsimang ekuvezeni isiko endabeni ecutshungulwayo. Kuvela ukuthi kukhona amasiko angemukeleki kahle emphakathini ngenxa yokuthi aholela abantu abathize ukuya kwelamathongo. Akhona namnandi amasiko emukelekayo emphakathini. Zonke lezi zinhlobo zamasiko ziyacutshungulwa ngeso elijulile kulesi sahluko. Kubhekwa nemiphumela yokungawagcini amasiko, kuhlaziywa ukuthi izelelesi eziwabukela phansi amasiko athize zigcina zehlelwa yimuphi umshophi. Isahluko sesine sicubungula ikhono likaMsimang lokuthandanisa isiko nomlando. Kuvela ukuthi ezigamekweni eziningi ezenzeka endabeni ehlaziywayo, isiko nomlando kwenziwe kwaba ngamathe nolimi. Lapha ucwaningo lutomula isigameko ngasinye ukuze lukopolote isiko eliqukethwe luphinde lukopolote umlando oqukethwe kuleso naleso sigameko. Konke lokhu kwesekelwa ngokuthi kwenekwe izizathu eziqavile ezenza kubonakale ukuthi kuthandaniswe izinto ezimbili. Isahluko sesihlanu sihlaziya ucwaningo lonke jikelele. Ekuhlaziyweni kocwaningo kugcikisiswa izikhala ebezisele zivulekile. Inhloso yalokhu ukuthandanisa umqulu wocwaningo. Kuso lesi sahluko kwethulwa izincomo ucwaningo oluzitholayo maqondana namangwevu asetshenzisiwe endabeni ecutshungulwayo. Emva kwezincomo kuyaphethwa.
2

In their own terms : American literary historiography in the United States and Italy, 1829 to present /

Pontuale, Francesco. January 2006 (has links)
Thesis (Ph.D.)--York University, 2006. Graduate Programme in English. / Typescript. Includes bibliographical references (leaves 299-325). Also available on the Internet. MODE OF ACCESS via web browser by entering the following URL: http://gateway.proquest.com/openurl?url_ver=Z39.88-2004&res_dat=xri:pqdiss&rft_val_fmt=info:ofi/fmt:kev:mtx:dissertation&rft_dat=xri:pqdiss:NR29517
3

Literaturkritik in "Novyj mir" von 1945 bis 1956 /

Köhler, Joachim, January 1975 (has links)
Thesis--Bonn. / Includes bibliographical references (p. 368-405) and index.
4

Normy i formy Konstanty Troczyński, teoretyk i krytyk literatury /

Krasuski, Krzysztof. January 1982 (has links)
Thesis (Ph. D.)--Uniwersytet Śląski, 1978. / At head of title: Polska Akademia Nauk. Komitet Nauk o Literaturze Polskiej. Includes bibliographical references and index.
5

Les lettres anglaises dans l'Encyclopédie ...

Gaudin, Lois Frances (Strong), January 1941 (has links)
Thesis (Ph. D.)--Columbia University, 1941. / At head of title: Lois Strong Gaudin. Published also without thesis note. Vita. "Bibliographie": p. 219-224.
6

Fransk litterær kritik indtil 1830 ideer og metoder.

Krüger, Paul, January 1936 (has links)
Thesis--Copenhagen. / "Bibliografi": p. [277]-292.
7

Poesi och verklighet Några huvudlinjer i 1830-talets svenska kritikerdebatt.

Aspelin, Kurt. January 1900 (has links)
Vol. 1: Akademisk avhandling--Gothenburg. / Extra t.p., with thesis statement, inserted. Vol. 2 published by Norstedt, Stockholm. Summary in French. Includes bibliographical references and index.
8

al-Naqd ʻinda al-lughawīyīn fī al-qarn al-thānī

Muḥammad, Sanīyah Aḥamd. January 1977 (has links)
Originally presented as the author's Thesis (master's)--Jāmiʻat al-Qāhirah. / Includes bibliographical references (p. 391-411) and index.
9

The principle of unity in four cinquecento comedies

Glassberg, Roy Ira 01 January 1972 (has links)
No description available.
10

The problem of originality in English literary criticism, 1750-1800

Mann, Elizabeth Lois, January 1900 (has links)
Part of Thesis (Ph. D.)--University of Chicago, 1936.

Page generated in 0.0796 seconds