Abstract in English and Zulu / This qualitative study set out to discover the lived experiences of South African transgender
individuals within the liminal space of having been confirmed for gender affirming surgery,
yet who have not completed their surgery. The aim included seeking out how participants’
wellbeing was affected by being within this liminal space. Six participants were recruited in
Johannesburg, Pretoria and Cape Town. Thematic analysis was used to derive themes from the
transcripts. Themes included coming out; relationships; wellbeing; misgendering/misnaming;
support; public and private medical care; and liminality. Recommendations for future studies
are included, and recommendations on interventions and support are discussed. / Lolu cwaningo lohlobo lwekhethelo lenzelwe ukuthola noma ukubheka izinselelo zabantu
abafuna ukushintsha ubulili babo baseNingizimu Afrika ababhekana nazo uma basohlelweni
lokuyohlinzwa ngoDokotela ukuze bakhone ukushintsha ubulili babo. Inhloso yalolu cwaningo
ukubheka ngqo kubantu abayihambile lena ndima ukuthi bahlukumezeka kanjani ngesikhathi
basohlelweni lokuthi bashintshe ubulili babo. Abantu abayisithupha abazibandakanye nalolu
cwaningo batholakale eGoli, ePitoli kanye naseKapa. Kusetshenziswe ucwaningo olubheka
indikimba ukuze kutholwe izihloko ezivele embalweni osuselwe enkulumeni eqoshiweyo.
Izihloko ezivelayo yilezi, ubudlelwano; impilo; ukubizwa ngobulili ongasibona/ukubizwa
ngegama okungasilona elakho; ukwesekwa; usizo lwezibhedlela zikahulumeni nezibhedlela
ezizimele; kanye nokuba sesimeni sokushintsha ubulili. Izincomo zocwaningo oluzayo
zifakiwe nazo, kuphindwe kwakhulunywa noma kwabhekwa ukuthi kungangenelelwa kanjani
ngosizo. / Psychology / M.A. (Clinical Psychology)
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:unisa/oai:uir.unisa.ac.za:10500/26617 |
Date | 06 November 2019 |
Creators | Miller, Kirsten Lee |
Contributors | Nel, Juan Adriaan |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | English |
Detected Language | English |
Type | Dissertation |
Format | 1 online resource (xii, 185 leaves), application/pdf |
Page generated in 0.0024 seconds