Return to search

Ucwaningo olunzulu ngombono wenkosi uMuntongenakudla Mkhwanazi ngokuhlatshwa kwesoyi lakwaNgqondonkulu "Ungoye" KwaDlangezwa

A thesis submitted in partial fulfillment of the requirements for the degree of Master of Arts in the Department of Isizulu naMagugu at the Univeristy of Zululand, 2004. / Lolu cwaningo lwethula inqikithi yomlando ngombono weNkosi
uMuntongenakudla Mkhwanazi ngokuhlatshwa kwesoyi lakwaNgqondonkulu
"uNgoye" kwaDlangezwa.
Uhlaka lwezahluko zalolu cwaningo zimi kanje:
Isahluko sokuqala siqukethe isethulo socwaningo.
Isahluko sesibili siqukethe umlando ngobukhosi bakwaZulu kanye
nobukhosi bakwaMkhwanazi.
Isahluko sesithathu siqukethe umlando , imvelaphi kanye nokudlondlobala
kwalesi Sikhungo. Kubhekwa eminyakeni engamashumi amane nantathu
sasungulwa.
Isahluko sesine siqukethe umlando ngokudlondlobala negalelo eselibekwe
yilesi Sikhungo emikhakheni ehlukene yempilo :
• Inani labafundi abafunde kulesi Sikhungo kubhekwa unyaka nonyaka
• Inani labafundi abafunde oPhikweni IwaseMlazi kusuka eminyakeni
elishumi uPhiko luqale ukusebenza .
• Inani labafundi abagogode oPhikweni.
Isahluko sesihlanu siqukethe umlando ngalaba abalandelayo :
• Uhla loSokhaya kanye noMgwamanda WeSikhungo ,
• Uhla IwabaPhathi kanye namaPhini ,
• IziNhloko Zemikhakha ehlukehlukene esezike zaphatha
ngokulandelana,

• Uhla IweziNhloko ZemiNyango ehlukehlukene I
Isahluko sesithupha uhlaziyo locwaningo I izincomo nesiphetho.

Identiferoai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:uzulu/oai:uzspace.unizulu.ac.za:10530/108
Date January 2004
CreatorsMbuli, Thulani John
ContributorsKhumalo, L.Z.M.
Source SetsSouth African National ETD Portal
LanguageZulu
Detected LanguageUnknown
TypeThesis
Formatapplication/pdf

Page generated in 0.0014 seconds