Text in English with abstracts in English and isiZulu / This qualitative study set out to discover the lived experiences of South African transgender individuals within the liminal space of having been confirmed for gender affirming surgery, yet who have not completed their surgery. The aim included seeking out how participants’ wellbeing was affected by being within this liminal space. Six participants were recruited in Johannesburg, Pretoria and Cape Town. Thematic analysis was used to derive themes from the transcripts. Themes included coming out; relationships; wellbeing; misgendering/misnaming; support; public and private medical care; and liminality. Recommendations for future studies are included, and recommendations on interventions and support are discussed. / Lolu cwaningo lohlobo lwekhethelo lenzelwe ukuthola noma ukubheka izinselelo zabantu abafuna ukushintsha ubulili babo baseNingizimu Afrika ababhekana nazo uma basohlelweni
lokuyohlinzwa ngoDokotela ukuze bakhone ukushintsha ubulili babo. Inhloso yalolu cwaningo ukubheka ngqo kubantu abayihambile lena ndima ukuthi bahlukumezeka kanjani ngesikhathi
basohlelweni lokuthi bashintshe ubulili babo. Abantu abayisithupha abazibandakanye nalolu cwaningo batholakale eGoli, ePitoli kanye naseKapa. Kusetshenziswe ucwaningo olubheka
indikimba ukuze kutholwe izihloko ezivele embalweni osuselwe enkulumeni eqoshiweyo.
Izihloko ezivelayo yilezi, ubudlelwano; impilo; ukubizwa ngobulili ongasibona/ukubizwa ngegama okungasilona elakho; ukwesekwa; usizo lwezibhedlela zikahulumeni nezibhedlela ezizimele; kanye nokuba sesimeni sokushintsha ubulili. Izincomo zocwaningo oluzayo
zifakiwe nazo, kuphindwe kwakhulunywa noma kwabhekwa ukuthi kungangenelelwa kanjani ngosizo. / M.A. (Clinical Psychology) / Psychology
Identifer | oai:union.ndltd.org:netd.ac.za/oai:union.ndltd.org:unisa/oai:uir.unisa.ac.za:10500/26379 |
Date | 11 1900 |
Creators | Miller, Kirsten Lee |
Contributors | Nel, Juan Adriaan |
Source Sets | South African National ETD Portal |
Language | English |
Detected Language | English |
Type | Dissertation |
Format | 1 online resource (xii, 185 leaves), application/pdf |
Page generated in 0.0021 seconds