Back to search

University of Kwazulu-Natal

Ukuguquka kwesiko kuveza ukuhlukumezeka kwabantu besifazane kubhekiswa ezincwadini ezingamanoveli athi : ifa lenkululeko, ifa ngukufa.

Abstract

dc:description.abstract

Lo mbhalo ukhuluma ngamasiko esiZulu abukeka ehlukumeza abantu besifazane ngezindlela ezahlukene. La masiko ekugxilwe kuwona isiko lokuzila nesiko lokungenwa. Konke lokhu kwenziwa kususelwa ezincwadini ezimbili ezingamanoveli ethi ‘Ifa Lenkululeko’ nethi ‘Ifa Ngukufa.’ ukuguquka kwesiko yikho okubukeka kuyinto enomthelela omkhulu ekuhlukumezekeni kwabantu besifazane ngenxa yamasiko. Kubuye kuvele ukuthi abantu abaningi abasahambisani namasiko ayenziwa emandulo ngenxa yokuthi awasahambisani nesikhathi sanamuhla. Lokhu kuvezwa izingxoxo ezenziwe kuxoxiswana nabantu bemiphakathi eyahlukene eyakhele indawo yaseMgungundlovu. Kubuye kuvele ukuthi abanye abantu basaweseka la masiko yize engahambisani nesikhathi sanamuhla. Kugqama ukuthi amasiko anezingxenye ezimbili njengalokhu eguquka nje, kukhona okuhle ngawo kanti futhi kukhona nokubi ngawo. Okucacayo ukuthi ngeke kwagwemeka ukuguquka kwamasiko njengalokhu inkathi yokuphila ishitsha, nezizwe sezahlala ngokuxubana ndawonye.

Author and committee

dc:creator, dc:contributor.*
Author dc:creator
  • Siwela, Sizwe Oosie.
Advisor dc:contributor.advisor
  • Ngcobo, Tholakele Ruth.

Subjects

dc:subject × 6

Rights

Language dc:language.iso
other

Identifiers

dc:identifier.*
Handle dc:identifier.uri
https://hdl.handle.net/10413/12926

Chain of custody

source
Harvested from
University of Kwazulu-Natal
Base URL
researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request
Last updated
2026-11-26
Source record
OAI-PMH GetRecord
citation

Siwela, Sizwe Oosie.. Ukuguquka kwesiko kuveza ukuhlukumezeka kwabantu besifazane kubhekiswa ezincwadini ezingamanoveli athi : ifa lenkululeko, ifa ngukufa.. https://hdl.handle.net/10413/12926