Back to search

University of Kwazulu-Natal

Izindikimba nokuvezwa kwabalingiswa besifazane kweminye imibhalo yesiZulu ebhalwe ngababhali besifazane ngemuva kwesikhathi senkululeko.

Abstract

dc:description.abstract

Kulolu cwaningo bekubhekwa ukuvezwa kwabalingiswa nezindikimba okubhale ngazo ababhali besifazane emibhalweni ethize yesiZulu. Umcwaningi uqoke izincwadi ezibhalwe ngababhali besifazane baseNingizimu Afrika. Kuvelile izindikimba ezivela kakhulu emibhalweni yabhali besifazane okuyindikimba yothando, yokuhlukunyezwa, yokukhulisa izingane ngabodwana neyokwesweleka kwemisebenzi. Lezi zindikimba zivela kuzona zonke izincwadi eziqokiwe nokwenze umcwaningi abone ukuthi zibathinta kanjani abantu besifazane njengoba kubhalwa kakhulu ngazo. Umcwaningi uphinde waveza abalingiswa besifazane lapho bevezwa ngababhali besifazane. Kulokho okugqamayo ukuthi eminingi imibhalo ebhalwe ngabesilisa ibingakuvezi ubuqiniso lapho yethula umlingiswa wesifazane bekuba into abayikhanda ngendlela nangeso lomuntu wesilisa kungekho ukujula njengalapho ebhekwa ngowesifazane. Lolu cwaningo lube nayo impumelelo njengoba umcwaningi ekwazile ukujula kulezo zingqikithi abeqoke ukugxila kuzona ocwaningweni lwakhe.

Author and committee

dc:creator, dc:contributor.*
Author dc:creator
  • Mkhize, Gloria Khumuzile.
Advisor dc:contributor.advisor
  • Zwane., Celani Lucky.

Subjects

dc:subject × 5

Rights

Language dc:language.iso
other

Identifiers

dc:identifier.*
Repository record dc:identifier.uri
https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/22274

Chain of custody

source
Harvested from
University of Kwazulu-Natal
Base URL
researchspace.ukzn.ac.za/server/oai/request
Last updated
2026-11-26
Source record
OAI-PMH GetRecord
citation

Mkhize, Gloria Khumuzile.. Izindikimba nokuvezwa kwabalingiswa besifazane kweminye imibhalo yesiZulu ebhalwe ngababhali besifazane ngemuva kwesikhathi senkululeko.. 2023. https://researchspace.ukzn.ac.za/handle/10413/22274