• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 83
  • 13
  • 12
  • 2
  • 2
  • Tagged with
  • 148
  • 148
  • 45
  • 43
  • 40
  • 37
  • 37
  • 32
  • 28
  • 20
  • 19
  • 18
  • 17
  • 17
  • 15
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Standard versus non-standard isiZulu : a comparative study between urban and rural learners' performance and attitude /

Magagula, Constance Samukelisiwe. January 2009 (has links)
Thesis (M.A.)-University of KwaZulu-Natal, Durban, 2009.
2

Intrusive stop formation in Zulu : an application of Feature Geometry Theory /

Naidoo, Shamila. January 2005 (has links)
Thesis (DLitt)--University of Stellenbosch, 2005. / CD-ROM inside back cover. Bibliography. Also available via the Internet.
3

Exploring communication strategy use by learners of isiZulu in synchronous computer-mediated communication (S-CMC)

Mali, Zoliswa Olga. January 2007 (has links)
Thesis (Ph. D.)--University of Iowa, 2007. / Supervisors: Judith E. Liskin-Gasparro, Sue Otto. Includes bibliographical references (leaves 218-224).
4

A developmental profile of speech sound and syllable acquisition in Zulu speaking children

Naidoo, Yugeshiree. January 2003 (has links)
Thesis (M. Communication Pathology)--University of Pretoria, 2003. / Summary in English and Afrikaans. Includes bibliographical references.
5

The -be relative tenses of Zulu

Hall, Linda. January 2006 (has links)
Thesis (M.A. (African languages)) -- University of Pretoria, 2006.
6

The phonetics of the Zulu language

Doke, Clement Martyn, January 1969 (has links)
Thesis--University of the Witwatersrand, 1924. / Reprint of the 1926 ed. published by University of the Witwatersrand Press, Johannesburg. Includes bibliographical references.
7

Issues in Zulu relativization

Poulos, G. January 1982 (has links)
Thesis (Ph. D.)--Rhodes University, Grahamstown, South Africa, 1982. / Includes bibliographical references (p. 320-330).
8

The state of isiZulu in the Vaal Triangle

Radebe, Dlozi Philemon 11 February 2015 (has links)
M.A. / The work focuses on Vaal Triangle as a case study. Language contact also occur in other areas where various languages impact on each other in various ways. In our study we investigated the state of IsiZulu in the Vaal Triangle, we wanted to find out how it has been influenced by other languages. We also wanted to determine the attitude towards this language. The study established that the state of IsiZulu in this area is pathetic and that much influence comes from Sesotho. The Vaal Triangle community has a positive attitude towards IsiZulu. However their interest in learning it is not much. What came clear again is that some of the respondents who regard IsiZulu as their home language, do not speak it with all family members. This practice has a negative impact on the learning of this language. It is also evident from this investigation that very little has been done at this stage to improve the state of IsiZulu. Recommendations that are suggested might improve the situation to some extent, if they are implemented.
9

Ucwaningo olunzulu ngenqina nokucebisa kwayo ulimi lwesizulu

Zulu, Vusumuzi Alfred January 2001 (has links)
Submitted in partial fullfilment for the requirements of the degree of Master of Arts in the Department of IsiZulu namaGugu in the Faculty of Arts at the University of Zululand, 2001. / UMvelinqangi udabule ohlangeni izinhlanga zabantu ezahlukahlukene. Inhloso yikuba zihlobise urnhlaba wakhe. Izinhlanga lezi zinikwe ilungelo lokuphila ngemvelo futhi zibuse phezu kwayo. Lezi zinhlanga zikleziswe ngamasiko anhlobonhlobo okumele ziphile ngawo. UZulu omnyama ondlela zimhlophe ungolunye lwalezi nhlanga. Ukuzingela izinyamazane kusemithanjeni yegazi lesizwe sikaPhunga noMageba. Lokhu kudalwa yikwambulelwa kwaso ubuqiniso bokuthi kumele siphile ngemvelo ngoba naso siyimvelo. Ukubaluleka kokuzingela esizweni samaZulu kucaca bha kuhle kombala womvemve lapho kugcinwa amasiko athize. Kuphuma inqina iyojikijela lapho kuhlanjululwa inhloko yesizwe noma umnumzane. Emkhosini wakoMkhulu lapho inkosi izonyathela uselwa, ibutho liphuma inqina. Inqina ingumdlalo ngoba amaphisi akhiphelana ubuchwepheshe bokuba zinkombi ekuhlabeni izinyamazane. Ucwaningo luhlose ukucacisa ubumqoka besiko lokuzingela kubantu abansundu. Luhlose ukucacisa kabanzi ngezinhlobo zenqina ezikhona kanye nezinhloso zazo. Luhlose ukukhanyisa kabanzi ngobumqoka bemvelo empilweni yeSintu. Luhlose ukucacisa bha indlela abazingeli abaziphatha ngayo lapho bephume inqina. Lubabele ukuphonsa itshe esivivaneni sokugcinwa kwamasiko oMdabu ahlaselwa yimbovane ephokophele ukuwabhuqa nya Ukufaka ugqozi emphakathini ukuba uzigcine kahle izinto ezingamagugu esizwe. Ukukhanyisa kabanzi ngeqhaza elibanjwe yinqina namaphisi ekuthuthukisweni kolirni lwesiZulu. Ucwaningo luzogxila emalungiselelweni enqina. Luzophinde lubheke ukumenywa kwenqina kanye nezikhali ezisetshenziswayo lapho kuzingelwa. Luzobheka kabanzi izinhlobo zenqina ezilandeiayo: Inqinambumbulu; inqina yakomkhulu; inqina yesigodi; inqina yomkhosi wokunyathela uselwa; inqina kakhukhulelangoqo nenqina yehlambo. Isikhathi sokuphuma inqina sizobhekwa kabanzi. Luzophinde luthinte izigubho zenqina. Luzogxila kanzulu kwinqubo elandelwayo enqineni Luzogxila kabanzi ezimweni zokukhuluma eziqambeke ngenxa yempilo yobuphisi eyayiphilwa ngokhokho.
10

Ucwaningo ngokuthuthuka kolimi lwesiZulu emkhakheni wokuhumusha

Mthethwa, Florence Bongiwe January 2010 (has links)
Submitted to the Faculty of Arts for the fulfillment of the degree Master of Arts in the Department of IsiZulu naMagugu at the University of Zululand, 2010. / Kuningi okuvunjululwe ucwaningo. Kutholakale ukuthi ulimi lwesiZulu nanamhlanje lusabukelwa phansi kunezinye izilimi. Abantu abaNsundu abakhuluma ulimi lwesiZulu nabo bayazenyeza ngolimi lwabo. Akukho ukuziqhenya nokuziqhayisa ngolimi lwabo. Lokho kubonakala ngokuthi balukhulume babuye baluxube nolimi lwezinye izizwe, olunjengolimi lwesiNgisi nesiBhunu. UMthethosisekelo waseNingizimu Afrika, wonyaka we-1996, uveza ngokusobala ukuthi izilimi azisebenze ngokulinganayo. Ngokocwaningo izikhungo eziningi ezivakashelwe kutholakale zingawulandeli lo Mthethosisekelo. Kutholakala kunezilimi ezisetshenziswa kakhulu kunezinye. Abantu abangazazi lezo zilimi ezisetshenziswa kakhulu, bazithola besenkingeni enkulu. Ucwaningo belubheka nokuthi ngabe imibhalo eyayibhalwe ngolimi lwesiNgisi nesiBhunu isihunyushelwe yini olimini lwesiZulu. Eminye imibhalo sekuzanyiwe ukuthi ihunyushwe kodwa eminye isabhalwe ngalo ulimi lwesiNgisi nesiBhunu. Kutholakale ukuthi naleyo mibhalo esihunyushiwe, eminye ibhalwe ngesiZulu esingaqondile. Kucace ngokusobala ukuthi iBhodi leziLimi laseNingizimu Afrika (PanSALB) kanye nabacubunguli bolimi, kumele bathathe igxathu elikhulu. Kumele kube nezikhungo zokuqeqesha abahumushi notolika. Abantu abaqashelwa ukuhumusha nokutolika kube yilabo abaqeqeshiwe. Izikhungo okwenziwe kuzo ucwaningo iningi lazo azazi ukuthi inqubomgomo yolimi ibalulekile. Abacubunguli bolimi kumele baphume bangene bafundise ngenqubomgomo yolimi, ngoba abazi nokuthi kuyini lokho. Ukuphetha nje ulimi lwesiZulu luthuthuka kancane kakhulu eNingizimu Afrika.

Page generated in 0.0466 seconds