1 |
Ucwaningo olunzulu ngemigubho yamanazaretha kugxilwe emkhosini weNhlalisuthi noJamengweniMnqayi, Joyce Khanyisiwe January 2010 (has links)
Submitted to the Faculty of Arts in fulfillment of the requirements of the Master of Arts in the Department of African Languages at the University of Zululand, South Africa, 2010. / Lona ngumsebenzi wocwaningo oluhlelwe ngokwezahluko eziyisihlanu. Ucwaningo olwenziwe kulo msebenzi lumayelana nemigubho egujwa ebandleni lamaNazaretha, lugxile emigubheni yeNhlalisuthi noJamengweni.
Isahluko sokuqala sethula ucwaningo jikelele ngokucwaningisisa izinjongo zocwaningo, intshisekelo / inkuthazo yocwaningo, indlela yokuqhuba ucwaningo, imidiyo / imiklamo yocwaningo, abazohlomula kulolu cwaningo kanye nezingqinamba ucwaningo olungase luhlangabezane nazo.
Isahluko sesibili sethula izinsizakuhlaziya ucwaningo oluzohamba phezu kwazo. Izinsizakuhlaziya zizosiza ucwaningo ukuthi lungantengantengi kodwa luhambe phezu kwesisekelo esisekelwe izinsizakuhlaziya.
Isahluko sesithathu sethula imvunulo yezinhla zonke zaleli bandla. Kuqalwe ngemvunulo yeNhlalisuthi yabekwa yalamaniswa ngononina nangesinono sekati. Kulandela imvunulo yezinzalabantu nayo ibekwe yalanyaniswa ngononina. Eyezintombi nayo ibe isilandela yabekwa nayo futhi ngononina. Ekugcineni kube sekulandela eyezinsizwa. Ezinsizweni kuqalwe ngesikotshi esibomvu kwagcina esimnyama. Izithombe zemvunulo yonke ngokwezinhla ifakwe ocwaningweni ukulekelela abangayazi ngamehlo enyama ukuba bayibone ezithombeni ocwaningweni. Konke lokhu kuhambisana nenjula yaleyo naleyo mvunulo ngokwebandla nesintu jikelele.
Isahluko sesine sethula imigidi isisesigcawini. Lesi sahluko sibuye sithaphuze imithetho okumele ilandelwe uma ilunga lizozibandakanya emgidini. Imithetho ibekwe ngokwezinhla zaleli bandla. Kuqale imithetho yeNhlalisuthi, kwalandela eyoJamengweni, kwalandela eyezintombi kwagcina izinsizwa. Kubalulekile ukuthi ilungu nelungu lizibophezele ekugcineni le mithetho futhi liyigcine ukuze libe yingxenye yaleso naleso sigaba nokwenza kwaso.
Isahluko sesihlanu simayelana nokuhlaziya nokuphothulwa kocwaningo. Siphethe izincomo nokusonga jikelele kocwaningo. Lesi sahluko sibophe saqinisa onke amafindo abesele elenga ocwaningweni sawabopha athula athi du.
|
2 |
Picnics, principles and public lectures : the social, cultural and intellectual role of the Baptist Church in South Australian country towns /Evans, Ruth Lynette. January 1993 (has links) (PDF)
Thesis (B.A.(Hons.))--University of Adelaide, Dept. of History, 1994? / "Extensive use of written records including both minute books and published matter has been supplemented with oral histories." Tapes include conversations with members of various local communities, with an index to these: leaves 41-42. Includes bibliographical references (leaves 41-44).
|
3 |
Strategies for 21st century healthy church growth through the spiritual diagnosis of Osan Baptist Church in South Korea a thesis project /Choi, Gi Chul. January 2005 (has links)
Thesis (D.Min.)--Liberty Theological Seminary and Graduate School, 2005. / Includes bibliographical references.
|
4 |
Increasing the effectiveness of Bible teaching at the First Baptist Church of Troup, Texas by increasing awareness of basic methods to intrepreting [sic] literary formsMay, Jeff S. January 1995 (has links)
Thesis (D. Min.)--Midwestern Baptist Theological Seminary, 1995. / Includes bibliographical references (leaves 196-200).
|
5 |
Aging wineskins in a new wine community recontextualizing the community of faith for the realities of the community at large /Gearin, Brian January 2001 (has links)
Thesis (D. Min.)--Gordon-Conwell Theological Seminary, South Hamilton, Mass., 2001. / Abstract and vita. Includes bibliographical references (leaves 113-115).
|
6 |
Increasing the practice and belief in prayer at the First Baptist Church of Buffalo, MissouriCox, Bill J. January 2002 (has links)
Thesis (D. Min.)--Midwestern Baptist Theological Seminary, 2002. / Includes bibliographical references (leaves 122-124).
|
7 |
The implementation of a training program for the adult Sunday school leaders at Chapel Grove Baptist Church Gastonia, North CarolinaWard, Jeffrey Dana. January 1900 (has links)
Thesis (D. Min.)--Southwestern Baptist Theological Seminary, 2002. / Includes bibliographical references (leaves 293-306).
|
8 |
Implementation of a balanced model of church growth into a Japanese churchDavis, Freddy. January 1988 (has links)
Thesis (D. Min.)--Southwestern Baptist Theological Seminary, 1988. / Includes bibliographical references (leaves 366-379).
|
9 |
A pure heart a model for wholistic Christian spirituality /Crosby, David Marshall, January 1996 (has links)
Thesis (D. Min.)--Gordon-Conwell Theological Seminary, 1996. / Abstract and vita. Includes bibliographical references (leaves 459-467).
|
10 |
A course for developing the personal prayer lives of the Sunday evening prayer meeting attendees at First Baptist Church, Waxahachie, TexasPinkston, Ira B. January 2006 (has links)
Thesis (D.W.S.)--Institute for Worship Studies, 2006. / Includes bibliographical references.
|
Page generated in 0.0336 seconds