• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 2
  • Tagged with
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • 1
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Towards institutional success : an assessment of the practices and challenges of performance management systems in public universities in Ethiopia

Aklilu Gebreselassie Gebru 11 1900 (has links)
With the aim of identifying the challenges and determining the extent of the effect of these challenges on the effectiveness of the performance management systems, the performance management practices of selected public universities in Ethiopia were assessed. This assessment informed the identification of workable, customised balanced scorecard measurement variables that would ensure effective implementation of performance management systems and promote institutional success in the selected public universities in Ethiopia. An exploratory sequential mixed-methods design was adopted. First, literature was reviewed to learn about major concepts and theories on performance management systems and to establish the laws and directives that regulate performance management at public universities in Ethiopia. Qualitative interviews and quantitative questionnaires were used to collect data on the practices and the challenges experienced in implementing performance management systems in public universities in Ethiopia. The main practices and challenges identified include exclusion of employees from planning activities, management bias, supervisors’ failure to give feedback on performance appraisals, lack of experience among many of the professionals in the execution of performance management systems, and high employee turnover. The study presents and recommends a hexagonal hybrid balanced scorecard measurement model (the newly added variables being leadership and stakeholders) to make Ethiopian higher education institutions effective and efficient in measuring their overall performance. / Met die oog daarop om die uitdagings te identifiseer en die omvang van die uitwerking daarvan op die doeltreffendheid van die prestasiebestuurstelsels te bepaal, is die prestasiebestuurspraktyke van uitgesoekte openbare universiteite in Etiopië geassesseer. Hierdie assessering gee aanleiding tot die identifisering van werkbare, doelgemaakte veranderlikes van gebalanseerdetelkaart-meting, wat doeltreffende implementering van prestasiebestuurstelsels sal verseker en institusionele sukses in die uitgesoekte openbare universiteite in Etiopië sal bevorder. ʼn Verkennende sekwensiële gemengdemetodeontwerp is gebruik. Eerstens is literatuur bestudeer om meer te wete te kom oor deurslaggewende konsepte en teorieë rakende prestasiebestuurstelsels, en om te bepaal watter wette en voorskrifte prestasiebestuur by openbare universiteite in Etiopië reguleer. Kwalitatiewe onderhoude en kwantitatiewe vraelyste is gebruik om data in te samel oor die uitdagings en praktyke in die implementering van prestasiebestuurstelsels by openbare universiteite in Etiopië. Die grootste uitdagings en praktyke wat geïdentifiseer is behels uitsluiting van werknemers by beplanningsaktiwiteite, bestuursvooroordeel, toesighouers wat nie terugvoer gee oor prestasiebeoordelings nie, gebrek aan ondervinding by baie van die praktisyns in die implementering van prestasiebestuurstelsels, en hoë werknemeromset. Hierdie studie bied ʼn verteenwoordiging en aanbeveling van ʼn heksagonale hibriede gebalanseerde telkaartmetingmodel (die nuutbygevoegde elemente is leierskap en belanghebbers) vir hoëronderwysinstellings in Etiopië om hul algehele prestasie doeltreffend te meet. / Ngenhloso yokuhlonza izinselele, kanye nokuthola ububanzi nobukhulu bomthelela walezo zinselele ekusebenzeni ngendlela efanele kwezinhlelo zokuphatha nokulawula ukusebenza (performance), lolu cwaningo lwahlola futhi lwacubungula izinqubo zokuphatha nokulawula ukusebenza ezisetshenziswa ngamanyuvesi omphakathi athile, futhi akhethiweyo, ase-Ethiopia. Lokhu kuhlolwa kwezikhungo kwaholela ekutheni kuhlonzwe izindlela ezisebenzisekayo zombikokusebenza osekelwe phezu kwezinkomba ezine (balanced scorecard), okuyinto eyabe izoqinizekisa ukuqaliswa nokuqhutshwa ngendlela efanele kohlelo lokuphatha nokulawula ukusebenza futhi igqugquzele ukuthi yenziwe kahle, futhi ngempumelelo, imisebenzi yamanyuvesi omphakathi athile, akhethiweyo, ase-Ethiopia. Kulolu cwaningo kwasetshenziswa izindlela zokuhlola nokucwaninga ezixubile futhi ezilandelanayo. Okokuqala, kwabukezwa imibhalo ekhona njengamanje ephathelene nalesi sihloko ngenhloso yokufunda ngemiqondo engumongo futhi enohlonze, kanye namathiyori aphathelene nezinhlelo zokuphathwa nokulawulwa kokusebenza, futhi ukuze kutholakale ulwazi olunzulu mayelana nemithetho neziqondiso ezilawula ukuphathwa nokulawulwa kokusebenza emanyuvesi omphakathi e-Ethiopia. Izindlela zocwaningo ezasetshenziswa, yindlela yokuthola ulwazi ngokuxoxisana okujulile nababambiqhaza bocwaningo (qualitative interviews) kanye namaphephamibuzo ocwaningo (quantitative questionnaires), obekuhloswe ngakho ukuqoqa idatha mayelana nezinselele kanye nezinqubo okudlulwe kuzona ngenkathi kuqhutshwa izinhlelo zokuphathwa nokulawulwa kokusebenza emanyuvesi omphakathi e-Ethiopia. Izinselele ezinkulu kanye nezinqubo ezingumongo ezihlonziwe zibandakanya ukushiywa ngaphandle kwabasebenzi ngenkathi kwenziwa imisebenzi yokuhlela, ukuchema kwabaphathi, ukuhluleka kosuphavayiza ukuhlinzeka abasebenzi ngombiko noma umphumela obonisa ukuthi baqhube kanjani ngenkathi kuhlolwa umsebenzi wabo, ukungabi nesipiliyoni noma ulwazi olufanele kweningi labasebenzi abangogoti bemikhakha ethile (professionals) ngenkathi beqhuba izinhlelo zokuphatha nokulawula ukusebenza, kanye nezinga eliphakeme lokwesula kwabasebenzi emsebenzini. Lolu cwaningo lwethula futhi lwancoma ukuthi kusetshenziswe indlela yokukala ukusebenza ebizwa nge-hexagonal hybrid balanced scorecard measurement model (izinto ezintsha ezengeziwe eziphathelene nocwaningo wubuholi kanye nababambiqhaza) ngenhloso yokulekelela iziKhungo Zemfundo Ephakeme zase-Ethiopia ukuthi zikwazi ukukala kahle, vi futhi ngempumelelo, izinga lonkana lokusebenza kwazo. / Educational Leadership and Management / D. Ed. (Education Management)
2

Keeping up appearances : female correctional officers shaping their work identity in a South African Correctional Centre / Voorgee is my behoud : vorming van ‘n werksidentiteit van vroulike korrektiewe beamptes in ‘n Suid-Afrikaanse korrektiewe sentrum / Ukushaya sengathi konke kuhamba kahle : ojele besifazane babumba isimo-bunjalo sabo somsebenzi esikhungweni sokuhlunyeleliswa kwezimilo saseNingizimu Afrika

Pieterse, Tanya 10 1900 (has links)
Text in English with abstracts in English, Afrikaans and isiZulu. Translated titles in Afrikaans and isiZulu supplied / Alarming global crime levels lead to increased incarcerations, resulting in changes in the dynamics of the offender population. Developments that call for urgent progressive reforms of corrections, thereby fast-tracking the employment of female officers. A qualitative study was conducted to explore the lived work experiences of 17 female correctional officers, at Kgoši Mampuru II Management Area in Pretoria, South Africa, to determine how they shape their work identity in this male-dominated sector. An interpretive phenomenological analysis methodology is applied, informed by the Social Identity Theory (SIT) to conceptualise the factors that shape these officers’ work identity. Themes identified include the role of the corrections environment as a social institution, corrections operating as separate communities, and how being different contributes to the distinct attributes of female correctional officers. Emotional labour, vigilance and their uniform also proved significant tools these female officers applied as a means to cope and assert their rightful place in this harsh, strained environment. / Ubugebengu obuphakeme kakhulu emhlabeni sebuholele ekutheni sikhule isibalo seziboshwa emajele, okwenza ukuthi silokhu sidlondlobale njalo isibalo seziboshwa nakuba amajele esegcwele ngokweqile. Izinguquko esimweni sesibalo seziboshwa esikhulayo sezibeke ingcindezi engeziwe phezu kwamahlombe ojele nakuba sebevele bethwele kanzima. Lokhu sekudale isidingo esiphuthumayo sokuthi kwenziwe izinguquko ezinohlonze okuhloswe ngazo ukuphucula nokuthuthukisa isimo, ngokuthi kusheshiwe ukuqashwa kojele besifazane. Lolu cwaningo lwenziwe ngaphansi kwalesi simo-ke ngenhloso yokuhlola nokucubungula impilo ephilwa ngojele besifazane uma besemsebenzini nezigameko zansukuzonke abahlangabezana nazo ukuze kubhekwe ukuthi basibumba futhi basibonakalise kanjani isimo-bunjalo sabo njengabantu ukuze bathathe indawo yabo ngeqholo kulo mkhakha okukhonya kuwona kakhulu abantu besilisa. Ulwazi locwaningo lwaqoqwa ngokusebenzisa izingxoxo zokubonana ubuso nobuso ezingama-semi-structured interviews ezabanjwa nojele besifazane abayi-17 e-Kgoši Mampuru II Management Area ePitoli, eNingizimu Afrika. Izindlela zocwaningo ezasetshenziswa kwaba yindlela yocwaningo olukhwalithethivu kanye nohlaziyo olubizwa nge-interpretive phenomenological analysis. Ithiyori yokuzihlonza komuntu isimo sakhe emphakathini nokuthi ungubani iveza umbono wokuthi umuntu wakha izimo-bunjalo ezihlukahlukene okuyizimo-bunjalo zakhe uqobo ngaphakathi kanye nezimo-bunjalo afuna ukuziveza ngazo futhi azibonakalise ngazo emphakathini ukuze akwazi ukwenza izinto kahle futhi ngendlela efanele endaweni ethile azithola ekuyona. Izingqikithi eziyinhloko ezahlozwa ngenhloso yokweseka lo mgomo zibandakanya indima yesikhungo okwenzelwa kusona umsebenzi wokuhlunyeleliswa kwezimilo njengesikhungo zomphakathi, isikhungo sokuhlunyeleliswa kwezimilo uma sisebenza njengesikhungo somphakathi oseceleni noma ohlukile, kanye nokuthi ukwehluka kwaso kusifaka kanjani isandla ekuvezeni izimo-binjalo ezicacile futhi ezihlukile zojele besifazane. Ikhono labo lokulawula imizwa yabo ukuze bakwazi ukwenza umsebenzi wabo ngendlela efanele kanye nokucophelela kwabo kwahlonzwa njengamathuluzi asetshenziswa ngojele besifazane ukuze bakwazi ukumelana nesimo esilukhuni, esishubile futhi esimazonzo abasebenza ngaphansi kwaso. Indima edlalwa ngumfaniswano ekubumbeni isimo-bunjalo sabo emsebenzini nayo yabonisa ingqikithi encikile esemqoka eyahlonzwa ngenkathi kwenziwa uhlaziyo. / Toenemende misdaadsyfers lei globaal tot al hoër getalle oortreders in gevangenskap, wat onvermydelik die dinamiek van dié groeiende populasie verander. Die tendens noodsaak die transformasie van korrektiewe dienste, wat gevolglik die indiensneming van vroulike korrektiewe beamptes bespoedig het. ‘n Kwalitatiewe studie is onderneem met 17 vroulike beamptes te Kgoši Mampuru II Korrektiewe Bestuursarea, Pretoria, Suid-Afrika. ‘n Interpretiewe fenomenologiese analisemetode is toegepas, met die beginsels van die Sosiale Identitieitsteorie as grondslag, om die faktore te konseptualiseer wat bydra tot werksidentiteitvorming van vroue in hierdie manlik gedomineerde sektor. Temas geidentifiseer behels die rol van die korrektiewe omgewing as sosiale instelling, korrektiewe dienste wat funksioneer as afsonderlike gemeenskap, en die besondere bydraes wat die vroulike beampte, juis deur haar uniekheid lewer. Emosionele arbeid, voortdurende waaksaamheid, asook die rol van haar uniform, is verder aangedui as betekenisvolle meganismes wat dié beamptes aanwend in ‘n uitdagende omgewing en so hul regmatige plek inneem in hierdie onkonvensionele werksmilieu. / Psychology / M.A. (Psychology)

Page generated in 0.0415 seconds