• Refine Query
  • Source
  • Publication year
  • to
  • Language
  • 2
  • 1
  • Tagged with
  • 3
  • 3
  • 3
  • 3
  • 3
  • 3
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • 2
  • About
  • The Global ETD Search service is a free service for researchers to find electronic theses and dissertations. This service is provided by the Networked Digital Library of Theses and Dissertations.
    Our metadata is collected from universities around the world. If you manage a university/consortium/country archive and want to be added, details can be found on the NDLTD website.
1

Ukwethulwa kwabalingiswa besifazane ngababhali besilisa nabesifazane: ukuqhathanisa / A depiction of female characters by male and female authors: a comparison

Mdletshe, Simamile Nontokozo 24 October 2011 (has links)
isiZulu text / Esahlukweni sokuqala, besingenisa ucwaningo lonkana futhi sethula nenjongo yalolu cwaningo ukuze ofundayo asheshe abe nesithombe ngokuzolandela ezahlukweni ezilandelayo. Sizamile ukuveza isisekelo nokubaluleka kwalolu cwaningo njengoba sivezile ukuthi isicwaningwe kakhulu imibhalo yabesilisa ngakho-ke sizoke sibheke eyabesifazane neyabesilisa sicubungula ukuthi yibaphi abethula abalingiswa besifazane kangcono kunabanye. Sibe sesibheka nezindlela zokuhluza imibhalo. Kuso lesi sahluko sethule isakhiwo socwaningo lapho siveze zonke izahluko nokuthi yini umongo wesahluko ngasinye. Esahlukweni sesibili, bese singena-ke sigxila kuzo izindlela zokucubungula imibhalo ezikhethelwe lolu cwaningo. Kulolu cwaningo sigxile kakhulu kuyiwumanizimu nesemiyothikhi. Sizichazile-ke lezi zindlela zokucubungula imibhalo. Isemiyothikhi inezimpawu eziningi ezithinta abalingiswa emibhalweni esiyivezile sayichaza kafuphi. Esahlukweni sesithathu, sibe sesiqala wona umshikashika wokucubungula imibhalo engamanoveli ebhalwe ngabesifazane. Kuningi ebe kade singakubheka emanovelini kodwa ngoba injongo yalolu cwaningo lwethu ukubheka ukuthi abesifazane bethulwe kanjani nezinto ezibathintayo sisebenzise izimpawu ezimbalwa. Sibone kuzosiza ukuqale siyifingqe indaba yonke bese sidingida lezo zinto esizibone zithinta abesifazane enovelini. Esahlukweni sesine, sicubungule amanoveli abhalwe ngabesilisa ngenhloso yokuthola ukuthi bavezwe kanjani abesifazane ngababhali besilisa. Besifisa ukubona ukuthi ukonakala okuye kuvezwe ngabesilisa emibhalweni ngabesifazane kukuliphi izinga. Esahlukweni sesihlanu, bese sisonga, sincoma sibuka esikwenzile esahlukweni ngasinye. Kubuye kwabaluleka ukuba sibheke ukuthi empeleni yibaphi ababhali phakathi kwabesifazane nabesilisa abaveza abalingiswa besifazane kangcono sisho nezizathu ezenza sithi uhlobo lwababhali oluthize lubethula kangcono abalingiswa besifazane. Ake sijeqeze kancane khona ukwethulwa kwabalingiswa sesisonga lolu cwaningo lwethu. / Chapter 1 is introducing the research and introduces its aim so that it could be easy for the reader to depict what the whole study will be about. This chapter has also laid the background to the study as it has been said that lot of research has been done with books written by males. The focus will be on both male and female writers trying to find out who portrays female characters better. We therefore looked at the ways of analyzing literature and the structure and the gist of each chapters. Chapter 2 we engaged in theory or the ways of analyzing literature that is used in this research. The study will mostly embark on womanism and semiotics which have been described. Chapter 3 focuses on analyzing novels written by female writers Msimang Nelisile, Shange Maphili, Langa Zakithi and Zulu Nelisiwe. The focus is on the women portrayal. The chapter starts with a summary. Chapter 4 has its focus on analyzing novels written by male writers Molefe Lawrence and Wanda Mjajisi. The aim was also to find out how women are portrayed by male authors. We wanted to find out the extent of the corruption of female characters as portrayed by males in their literature. Chapter 5 this chapter summarizes and appreciates what has been done in other chapters. There was also a need to compare between the male and female writers, who portrayed females better than the other and give reasons for that judgment. / African Languages / M.A. (African Languages)
2

3

ʼn Ondersoek na die parateks (Gérard Genette) as ʼn narratiewe strategie in geselekteerde Afrikaanse kinder- en jeugliteratuur

Oosthuizen, Mia Magriet 02 1900 (has links)
Text in Afrikaans with Abstracts in Afrikaans, English and isiZulu / In hierdie proefskrif word ondersoek ingestel na die parateks as narratiewe strategie vir toeganklikheid in geselekteerde Afrikaanse kinder- en jeugliteratuur. Die kern van hierdie ondersoek is die toeganklikheid van die boodskap binne die paratekstuele en narratiewe kommunikasiesituasie. Vir hierdie ondersoek is die sentrale probleemstelling soos volg geformuleer: hoe word die parateks as narratiewe strategie gebruik om kinder- en jeugliteratuur meer toeganklik vir jong lesers te maak? Gérard Genette se werk oor die parateks (1997a) en die narratologie (1983, 1990) dien as teoretiese basis vir hierdie studie se konseptuele raamwerk, aangevul deur die werk van Mieke Bal (1991, 2009). Jauss (1982) se resepsie-estetika word ook betrek ten einde toeganklikheid ten opsigte van die primêre teikenmark te formuleer. Binne die konteks van hierdie konseptuele raamwerk, word daar afsonderlik ondersoek ingestel na die ontvangers, senders en boodskap van die paratekstuele en narratiewe kommunikasiesituasie. Die ontvangers is die lesers van die parateks as narratiewe strategie vir toeganklikheid en word bespreek as die primêre, dubbele en tweeledige teikenmarkte. Die senders is die verskillende skrywers betrokke by die skepping en implementering van die parateks as narratiewe strategie vir toeganklikheid. Onderskeid word getref tussen die primêre skrywer, die tweede skrywer en die sekondêre skrywer. Laastens word die boodskap ondersoek soos dit met die visuele parateks en die talige parateks verband hou. Aan die hand van die konseptuele raamwerk van hierdie studie, en die verskillende rolspelers en boodskappe binne die paratekstuele en narratiewe kommunikasiesituasie, dui die studie aan hoe die parateks as narratiewe strategie gebruik kan word om kinder- en jeugliteratuur vir veral die primêre teikenmark meer toeganklik te maak. / This thesis sets out to illustrate how the paratext can be used as narrative strategy for accessibility in selected Afrikaans children’s and youth fiction. Central to this study is the accessibility of the message in the paratextual and narrative communication situation. In this regard, the central research question is as follows: how can the paratext be used as a narrative strategy to make children’s and youth literature more accessible for young readers? Gérard Genette’s work on the paratext (1997a) and narratology (1983, 1990) serves as the theoretical basis for this study’s conceptual framework, along with the work of Mieke Bal (1991, 2009). In order to define accessibility in terms of the primary target audience, reference is also made to Jauss’s (1982) reception theory. Within the context of this conceptual framework, focus is placed on the receivers, senders and message of the paratextual and narrative communication situation. The receivers are the readers of the paratext as narrative strategy for accessibility and are discussed as the primary, twofold and dual target audiences. The senders are the different writers involved in the creation and implementation of the paratext as narrative strategy for accessibility. Here a distinction is made between the primary writer, the second writer and the secondary writer. Lastly, the message is discussed as it relates to the visual paratext and textual paratext. Through the conceptual framework of this study, along with the different role players and messages of the paratext as narrative strategy for accessibility, this study shows how the paratext as narrative strategy can be used to make children’s and youth literature more accessible for especially the primary target audience. / Le thisisi ihlose ukuveza ukuthi umbhalo ohunyushiwe ungasetshenziswa kanjani njengesu lokuxoxa emibhalweni ekhethiwe yesiBhunu yezingane kanye naleyo yabantu abasha .Okubalulekile kulesi sifundo socwaningo wukutholakala komlayezo wombhalo ohunyushiwe kanye nesimo sokuxhumana ngengxoxo. Ngalokho-ke, umbuzo oyinsika kulesi sifundo socwaningo ngolandelayo: Ngabe inkulumo ehunyushiwe ingasetshenziswa kanjani njengesu lokuxoxa, elingenza ukuthi imibhalo yobuciko yezingane kanye naleyo yabantu abasha ukuze itholakale kalula kubafundi abasebasha? Umsebenzi kaGérard Genette i-paratext (1997a) kanye ne-narratology (1983, 1990) usebenza njengesisekelo sesakhiwo sebizo salesi sifundo socwaningo, kanti lokhu kuhambisana nomsebenzi ka MiekeBal (1991,2009). Ukuze siphumelele ukuchaza mayelana nokutholakala kwabafundi bezincwadi abahlosiwe, uyanxuswa ukuthi ufunde ithiyori emayelana nokutholakala kwabafundi bomlayezo ka Jauss (1982). Ngaphansi kwesimo sesakhiwo segama, kugxilwe kakhulu kubamukeli, kubathumeli kanye nakumlayezo wombhalo ohunyushiwe kanye nesimo sokuxhumana ngengxoxo. Abamukeli bomlayezo kungabafundi bombhalo ohunyushiwe, okuyisu elisetshenziswa ukuthola umlayezo, kanti la masu axoxwa njengalawo aqonde abafundi bokuqala, abambaxambili futhi anezinhloso ezimbili.. Abathumeli bomlayezo kungabhali abadlala indima yokwakha kanye nokusebenzisa imibhalo ehunyushiwe njengesu lokuxoxa elisetshenziswa ukuthola umlayezo. Lapha, kuvezwa umehluko ophakathi kombhali wokuqala, umbhali wesibili kanye nombhali osezingeni lesibili. Okukugcina, umlayezo uxoxwa njengoba uhlobana nombhalo ohunyushiwe obukelwayo kanye nombhalo ohunyushiwe olotshiwe Ngokusebenzisa uhlelo lwesakhiwo segama salesi sifundo, esisebenzisana ndawonye nabadlali bendima abahlukahlukene kanye nemilayezo yombhalo ohunyushiwe njengesu lokuxoxa elisetshenziswa ukuthola umlayezo, lokhu kukhombisa ukuthi umbhalo ohunyushiwe oyisu lokuxoxa ungasetshenziswa kanjani ukwenza ukuthi imibhalo yobuciko yezingane kanye naleyo yabantu abasha ingatholakala kanjani, ikakhulukazi ngabafundi bokuqala abahlosiwe. / Afrikaans and Theory of Literature / D. Litt et Phil. (Afrikaans)

Page generated in 0.0326 seconds